Izaziso

2019-07-24 06:00

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Shelembe Snikeziwe beno Shelembe Alwande abazalwa nguPhumzile Shelembe wase Dambuza ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Ranyaka Alwande omama wakhe nguRanyaka Nthabiseng ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali baka Ngubane Lungelo wase Dambuza ozalwa ngu Ngubane Thandeka ubaba igama alaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa umama ka Mkhize Anele wase Dambuza ozalwa ngu Mkhize Ntombenhle no Ngidi Sbonelo ongasekho emhlabeni Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSibanda Esona wase Dambuza ozalwa nguSibanda Xoliswa Ester ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNgcobo Lihle Wandile benoNgcobo Nhlalwenhle Sphokazi base Snathing abazalwa ngu Ngcobo Londeka Precious ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Zondo Akhona, Zuma Aphelele Kanye no Zuma Uminathi base Snathing umama wabo uZondo Sebenzile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Buthelezi Syamthanda Kwanele beno Buthelezi Asiphile Esihle base snathing abazalwa ngu Ndlovu Sanele ongaziwa washonaphi Kanye no Buthelezi Busisiwe Nontobeko ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali baShangase Lwanele wase Snathing ozalwa ngu Shangase Zinhle ubaba kalaziwa igama. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Mbanjwa Sibongakonke Thandolwethu wase Snathing ozalwa nguMbanjwa Zanele ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNgubane amahle waseSnathing ozalwa nguNgubane Pamella Phumzile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufunsiwa umama kaMpilo Ngcobo owayaziwa ngo-Amanda Thwala owamshiywa endaweni yaKwaDeda nobaba wakhe uMbukelwa Ngcobo.Wahamba ethi uyofuna umsebenzi ngonyaka wezi-2017. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u -X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaBa ka-Anele Mntungwa owayaziwa ngoJomo Ndlovu ozalwa uNtombifuthi Mntungwa ongasekho emhlabeni owayehlala KwaDindi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u -X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSiyamthanda Mnikazyho ozalwa uThandeka Mnikathi ongasekho emhlabeni owayehlalaKwaDindi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u -X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Asiphe Mkhize owayaziwa ngoDumisano Sabelo Mkhize owagcina ukubonakala ngonyaka wezi-2017.

Igama likamama uVeronica Xaba ongasekho emhlabeni. Onolwazi Sicela athintane nosonhlalakahle u -X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa abazali baka-Angeli Mokobane ohlala endaweni yaseTaylors owashiya umama wakhe ku-anti wakhe . Wahamba ethi uyofuna umsebenzi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u -X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNkululeko Kanye Luthando Zulu abazalwa uNomusa Nelisiwe Zulu ongasekho emhlabeni. Abantwana bahlala nogogo wabo KwaDeda. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u -X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.