IZAZISO

2019-08-28 06:02

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdumiso Sbusiso Ndlovu kanye nobaba kaBonga Ndlovu abangaziwa. Umama wabo uTholakele Winnie Ndlovu ongasekho owayehlala Esigodini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle U-dza Mkhize enombolweni ethi ; 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNomvuyo Mkhize ongaziwa amthola kuThenjiwe Mkhzie ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtsele enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa abazali baka Esethisipho ababehlala KwaQanda abagcina ukubonakala ngo-2017. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa umama kaLulelko Ndawonde igama lakhe uBusissiwe Nxele wase-Elandskop. Onowlazi sicela athintane nosonhlalakahle uLinda enombolweni ethi : 033 505 0087/4/3.

•UMnyango wezeNhlalakahle ucelwa ukufuniswa ubaba kaNontobeko Phoswa uThulani Xulu waseBulwer owayethandana no Emmelia Phoswa wakwa Vulisaka ePietermaritzburg. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte usonhlalakahle G.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kule namba 033 5050086.

•UMnyango wezeNhlalakahle ucelwa ukufuniswa ubaba kaLwazi Ngubane u Jabulani Cyril Sithole waseMooi River.Umama kaLwazi uNompumelelo Ngubane wakwaNoshezi osewashona. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte usonhlalakahle G.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kulenamba 033 5050086.

•UMnyango wezeNhlalakahle ucelwa ukufuniswa ubaba kaNontobeko Phoswa uThulani Xulu wase Bulwer owayethandana no-Emmelia Phoswa wakwa Vulisaka ePietermaritzburg. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte usonhlalakahle G.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kule namba 033 5050086.

•UMnyango wezeNhlalakahle ucelwa ukufuniswa ubaba kaLwazi Ngubane u Jabulani Cyril Sithole was Mooi River.Umama kaLwazi uNompumelelo Ngubane wakwaNoshezi osewashona. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte usonhlalakahle G.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kulenamba 033 5050086.

•UMnyango wezeNhlalakahle ucelwa ukufuniswa abazali baka Lwazi no-Olwethu Dladla (abangamawele), umama wabo waziwa ngoNomathemba Shabalala ubaba wabo waziwa ngoMpilwenhle Dladla bagcina behlala emaQongqo. Onolwazi akashayele usonhlalakahle Ngubane ku 0335050083.

•I Child and Family Welfare Society icela ukufuniswa ubaba ka Sthandiwe Mtshali ozalwa ngu Thandi Mtshali wase Northdale ongasekho, onolwazi uyacelwa Ukuthi athinte usonhlakahle uZama Mdunge kulenombolo yocingo : 033-3428971.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka- Olwethu Diholo igama likababa wakhe u-Ayanda Vavi umama wakhe uLungile Diholo ongasekho emhlabeni onolwazi uyacelwa ukuthi athinte nosonhlalakahle Zanele Mtetwa kulenombolo yocingo: 033-4328971

•I Child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Fikile Ntombikhona Mkhize, ozalwa uDumazile Goodness Mkhize ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala

•I Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sphila Latoya Mthembu, umama wakhe okungu Thulisile Promise Mthembu, ongaziwa ukuthi ukuphi. Ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele ema hhovisi e 224 Berg Street

•Sicela ukufuniswa umama ka Madiba Lehlonono ongu Puleng Mokoena angaziwa washonaphi. Ubaba uTsepang Madiba. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Meyiwa kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMadlala Malusi Thalenye ongaziwa. Umzala uMadlala Thulisile Ntombikayise Fikile ongasekho emhlabeni . Onolwaiz sicela athintane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Ayabonga Ndlovu ozaalwa uThandeka Ndlovu ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZuma enombolweni ethi : 033 330 8639/ 033 330 4309.

•Sicela ukufuniswa umama kaSiphesihle Nene ongaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGwala enombolweni ethi : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThobeka Ndlobu ozalwa uNontokozo Ndlovu ongasekho emhlabeni owayehlala kaShange. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNkk Zuma enombolweni ethi : 033 330 8639/ 033 330 4309.

•Sicela ukufuniswa abazali baFezeka Hlongwane noLungelo Happiness Hlongwane abangaziwa ukuthi bayapho. Igama likababa uThemba Hlongwane wakaMafunze kanti umama yena uNtombi Dubazane waseGreytown. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNkk Vilakazi enombolweni ethi : 079 0111 610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNomfundo Ngcobo owagcina ukubonkala kaZondi Store . Umama wakhe uZinzile Ngcobo ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi ; 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMfundo Makhaye, Amahle Makhaye noYamkeo Makhaye abagcina ukubonakala endaweni eyasePietermaritzburg eZondi Store. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enbolweni ethi : 033 505 0083.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa umama ka Qiniso Khumalo, ogama lakhe kungu Priscilla Philisiwe Mbambo, owayehlala e Mpendle. Ubaba wakhe okungu Bhekikhaya Petros Khumalo, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle uNobuhle Madlala kule nombolo ethi 033 342 8971.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka-Enhle Zenande Dlamini. Umama wakhe kwakungu Nelisiwe Happy Dlamini, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle Nobuhle Madlala kule nombolo ethi 033 342 8971

•Sicela ukufuniswa ubaba kaDlamini Skhumbuzo ohlala eSigodini,umama wakhe kwakungu Dlamini Nobuhle Valencia ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Zondi Sisanda ohlala eMpumuza,umama wakhe uZondi Thulile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857

•Sicela ukufuniswa ubaba kaShange Amahle ohlala eSlangspruit kaNyamazane,umama wakhe kwakungu Shange Nonjabulo ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa uMama ka Zungu Andiswa ohlala eMpumuza ngase Scoutlodge Bar ,ubaba wakhe kwakungu Zungu Mthandeni Christopher ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKubisa Sinenhlanhla ohlala eCopesville ,umama wakhe kwakungu Kubisi Ntombi Nomusa ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Dibela Oyintando ohlala eCopesville Hanniville, igama likamama uDibela Nokuthula ongaziwa washonaphi ,igama likaBaba ngu Mkhululi Dopholo naye akaziwa ukuthi washonaphi nokuthi uhlalaphi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba walezingane u Ezile Mfanazana beno Thobile Mfanazana zihlala eCopesville, ubaba wabo wagcina ukubonakala eKokstand,umama wabo kwakungu Mfanazana Nomsisi Victoria ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba welezingane uMkize Amahle beno Mkize Syabonga bahlala eZinketheni kaMason,umama wabo kwakungu Mkize Rebecca Nelisiwe ongasekho emhlabeni Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Fondation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa umama walezingane u Dlamini Nolwazi,Dlamini Andile kanye no Dlamini Lusanda zihlala eSnathing ongaziwa washonaphi,ubaba wazo kwakungu Mkhize Nkosinathi Nsukwazifani ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.