Izaziso

2019-09-04 06:03

•IPietermaritzburg Service Office icela ukufuniswa uMandla Hadebe waseAshdown ozala u-Zanele Hlongwane noSiyamthanda Hlongwane owamthola kuHlongwane Thandazile Ellina waseAshdown onolwazi uyacelwa ukuba athinte usonhlalakahle uKheswa ku 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNgobese Asanda, owayezalwa uNgobese Nonhlanhla Doris wakwa-Swayimane Estezi ongasekho emhlabeni. Onolwazi engathintana no sonhlalakahle uMnu MI Madonsela Kuhamba 033 502 0074.

•UMnyango wezeNhlalakahle ucela ukufuniswa oyise balabantwana, Hlengiwe kanye noGugu. Bebesolwa ngokuhlala eSweetwaters. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle Nks ZT Mqadi ku-033 505 0084.

•‘Sicela ukufuniswa umama kaThabiso Tsepo Dlomo owazalwa mhlaka 24/02/2002. Ubaba wakhe uSlindele Robert Dlomo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMbali Buthelezi enombolweni ethi : 033 342-1229.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSimphiwe Rafiki Masango owazalwa mhlaka 01/08/2015. Umama wakhe u-Ester Masango ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMbali Buthelezi enombolweni ethi : 033 342-1229.’’

•The SAVF seeks to find the biological father of Annabelle George (born 18/09/2017) and Devon George (born 30/12/2014). Anyone with information please contact Ms C. Bleeker at 033 342 1229.’

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.