Izaziso

2019-09-11 06:02

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa uNosipho Maqhashalala owagcinwa ehlala Emalahleni Informal Settlements, ongumama kaVeliswa ozalwa ngo 2006, uNqobile 0wazalwa ngo2011, uThembalethu owazalwa ngo 2014 kanye noSibongakonke ozalwe ngo 2017 - bonke abakwa Maqhashalala.

• Sicela nokufuniswa obaba babo labantwana, Ubaba kaVeliswa uMbhekiseni Vundle okusolwa sengathi usashona, ubaba kaNqobile, uThembalethu, noSbongakonke - uBongani Hlongwane. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uNathi Shezi ku 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Lindiwe Natash Dlamini owazalwa ngomhlaka 24/10/2017. Umama wakhe uNoxolo Dlamini , ubaba akaziwa. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle Sindisiwe Hlope ku 0333428971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sinenhlanhla Ntuli owazalwa 19/05/2019. Umama wakhe uLondiwe Ndawo, ubaba uJabulani Ntuli. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle Zamachiliza Mdunge ku 0333428971.

• Sicela ukufuniswa abazali bakaLinathi Mkhize, umama wengane wayaziwa ngelikaNtombizethu Mkhize, ubaba wengane wayaziwa ngelika Njabulo Ndlovu. Onolwazi usonhlalakahle T.A Zondi ku 033 392 8601

• Sicela ukufuniswa abazali baka Molefe Sifiso owazalwa 14/01/2002. USifiso watholakala elahliwe emobeni endaweni yaseMpolweni Mission wase egcinwa ngosonhlalakahle. Ubengaphansi kosonhlakahle kusukela 2002 kanti akekho owake wavela ukuthi ungumzali wakhe. Kucelwa onolwazi ngabazali balomntwana axhumane nosonhlalakahle uNomusa Zondi osebenza eMnyangweni wezokuThuthukiswa koMphakathi eNew Hanover kulenombolo 0335022175.

• Ihhovisi licela ukufuniswa ubaba ka Zondi Nkosingiphile owazalwa zingu 18/08/2003. Umama wabo kwakungu Zondi Bonani Irene owadlula emhlabeni zingu 17/04/2004. Umama wabo wayehlala eThokozani kwaC Section. Kucelwa onolwazi lokuthi ukuphi ubaba walengane axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 5022170 / 033 5022175 ngezikhathi zomsebenzi.

• Ihhovisi licela ukufuniswa ubaba kaDladla Philani owazalwa zingu 03/09/2002. Umama wakhe kwakungu Zuma Roseline Ntombikayise Nelisiwe owadlula emhlabeni zingu 03/09/2004. Umama wakhe wayehlala kwaCharley Farm (New Hanover). Kucelwa onolwazi lokuthi ukuphi ubaba walengane axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 5022170 / 033 5022175 ngezikhathi zomsebenzi.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMsomi Sabelo Peter owazalwa zingu-08/02/2002. Umama kaSabelo kwakunguMsomi Winnie Bongiwe endaweni yakwaHhaza ongasekho emhlabeni owadlula zingu 13/06/2006. Kucelwa onolwazi ngobaba walengane axhumane nosonhlalakahle uNomusa Zondi osebenza eMnyangweni wezokuThuthukiswa koMphakathi eNew Hanover kulenombolo 0335022175.

• Ihhovisi licela ukufuniswa abazali baka Mthobisi Buthelezi owaziwa ngelika Ishmael owazalwa zingu 05/01/2012. Umama wakhe kwakungu Winnie Buthelezi owayehlala kaFraiser Farm kanti ubaba wakhe akaziwa ukuthi kwakungubani igama lakhe kodwa kubikwa ukuthi wayedabuka kwelaseMalawi. Kucelwa onolwazi ngabazali balomntwana axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 5022160 / 033 5022175 ngezikhathi zomsebenzi.

• Ihhovisi licela ukufuniswa abazali baka Caitro Mngado owazalwa zingu 09/03/2016. Umama wakhe kubikwa ukuthi nguMngadi Slindile owagcina ukubonakala ngonyaka ka2016 kanti ubaba kubikwa ukuthi nguNkosingiphile Zungu kanti kubikwa ukuthi uphazamisekile ngokomqondo. Kucelwa onolwazi ngabazali balomntwana axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 5022160 / 033 5022175 ngezikhathi zomsebenzi.

• Sicela ukufuniswa abazali bakaDlamini Noxolo noDlamini Karabo abafuniselwa eGoli. Bashiya izingane nogogo endaweni yaseMkhambathini eNkanyezini. Igama likamama uNompumelelo Dlamini, ubaba uLucky Rapapali. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicela ukufuniswa umama kaMbhele Bandile owaziwa ngelika Qandile Anathi owayehlala eMasukwane kwaShoti Squiteercamp. Washiya ingane yakhe nogogo eMkhambathini eNkanyezini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicela ukufuniswa abazalai baMbhele Phumali abalahleka bashiya izingane kugogo wazo eMkhambathini eNkanyezini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicela ukufuniswa abazali bezingane uZulu Bulelwa noXulu Smangaliso abalahleka bashiya izingane kumkhulu wazo eMkhambathini Esidadeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicela ukufuniswa umama kaZindela Nhlanhla (Sehlabo Lehlonono) kanye noZindela Fzi (Sehlabo Lwanele) owaziwa ngelikaZinhle Sehlabo ohlala e-Eastern Cape. Washiya izingane kugogo eMkhambathini eNkanyezini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicela ukufuniswa abazali baSithole Aphelele ubaba ufunisela eGoli kanti umama yena wahamba waye eLesotho. Bashiya izingane eMkhambathini Emdonini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicvela ukufuniswa ubaba kaMadlala Awande noMadlala Nhlalonhle owabashiya nomama wabo uMadlala Hazel Sthombe ongasekho emhlabeni nowayehlala eMbali.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMxolisi Sokhela washiya izingane kugogo Sokhela Mtshitsho eMkhambathini Kwanyavu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSithole Minenhle owashiya izingane nogogo uSithole Duduzile Octavia eMkhambathini KwaNyavu Ngangezwe. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle MN Nene enombolweni ethi : 031 785 1195/3.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNgidi Noluthando owayezalwa uNgidi Buzani ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Nksz B.P Kubeka enombolweni ethi : 031 788 1193.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNdimande Sithembiso amthola kuNdimande Nokuthuila Hapiness ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNksz BP Kubeka enombolweni ethi : 031 788 1193.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMntungwa Sbonelo ozalwa uMntungwa Bonakele Beauty ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle UNksz BP Kubeka enombolweni ethi : 031 788 1193.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLanga Kwanele Mtuseni owayezalwa uLanga Tholani ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNksz BP Kubeka enombolweni ethi : 031 788 1193.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLanga Samkelisiwe owayezalwa uLanga Tholani ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNksz BP Kubeka enombolweni ethi : 031 788 1193.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSabusiswa Mbeje igama lakhe kunguMthobisi Nkwanyana wase-Dalton ongaziwa ukuthi ukuphi. Igama likamama uZandile Mbeje waseFaye ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMlungisi Khwela enombolweni ethi 073 026 0195.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMadlala Malusi. Igama likamama uThulisile Ntombifikile Madlala wakaGezubuso. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNokuthula Ngubane enombolweni ethi 033 505 0084.

• Sicela ukufuniswa uThusi Elvis Vusumuzi ongubaba kaMbuthu Nosihle. Umama wakhe uMbuthu Sizakele Kosi ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLethuxolo Dladla enombolweni ethi 033 502 2161.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaHlengiwe noMinenhle Gara abahlala KwaZayeka. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle ZT Mqadi enombolweni ethi 033 505 00084.

• Sicela ukufuniswa umama kaMbali Khoza, Samukelisiwe Khoza kanye noNomfundo Khoza. Igama likamama uZandile Ximba owayehlala eFatye. Ubaba yena uKhoza Cleopas Kwenzakufani ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMnu LM Madlala enombowleni ethi 033 502 2185/033 5022184.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaGwala Sfundo owayezalwa uGwala Zandile ongasekho emhlabeni. Sicela ukufuniswa ubaba kaGwala Amanda, Gwala Ayanda ababezalwa uGwala Dudu owayehlala eFaye ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMnu LM Madlala enombowleni ethi : 033 502 2185/033 5022184.

• Sicela ukufuniswa uZondi Otto ongubaba kaNgocbo Thembisa Tamartra owayezalwa uNgcono Sindiswa owayehlala eFaye ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMnu LM Madlala enombowleni ethi 033 502 2185/033 5022184.

• Sicela ukufuniswa uZondi Harrient ongumama kaZondi Sabelo okukholakala ukuthi sewadlula emhlabeni. Wayezalwa uKhwela Mbongeni Patrick owayehlala eFaye ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMnu LM Madlala enombowleni ethi 033 502 2185/033 5022184.

• Sicela ukufuniswa umama kaNxumalo Thembeka owayezalwa uNxumalo Xolani Petros owayehlala eBambanani. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks TA Ntuli enombolweni ethi 033 502 2160/033 502 2189.

• Sicela ukufunsiwa ubaba kaNgcobo Sphesihle owayezalwa uNgcobo Thobekile Patricia owayehlala eBambanani. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNksz TA Ntuli enombolweni ethi 033 502 2160/033 502 2189.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMsomi Sabelo Peter. Umama wakhe kwakungu Winnie Bongiwe Msomi wasendaweni yakwaHhaza ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNomusa Zondi enombolweni ethi : 033 302 2175.

• Sicela ukufuniswa abazali baMolefe Sifiso owatholakala elahliwe emobeni endaweni yaseMpolweni Mission wase egcinwa ngosonhlalakahle. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNomusa Zondi enombolweni ethi 033 302 2175.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaZondi Nkosingiphile. Umama wakhe uZondi Bonani Irene ongasekho emhlabeni owayehlala eThokozani C Section. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNomusa Zondi enombolweni ethi : 033 502 2170 / 033 502 2175.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaDladla Philani. Umama wakhe uZuma Roseline Ntombikayise Nelisiwe ongasekho emhlabeni owayehlala kwaCharley Farm eNew Hanover. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNomusa Zondi enombolweni ethi 033 502 2170 / 033 502 2175.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.