Izaziso

2019-10-09 06:01

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Anele Ngubane kanye noLuyanda Ngubane abazalwa uThandeka Ngubane ongasekho owayehlala e-Edendale. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks DZA Mkhize kulenombolo 033-3928621 ehhovisini loMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ePMB.

•iPietermaritzburg Service Office icela ukufuniswa ubaba ka Dlamini Thobani wase Ashdown owamthola kuDlamini Gladys Fikile ongasekho emhlabeni, onolwazi uyacelwa athinte usonhlalakahle uKheswa ku 033 392 8600.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi eMpendle ucela ukufuniswa ubaba ka-Bonga Busane Nzimande ozalwa nguNzimande Camangani Sylvia ongasekho emhlebeni waseStoffelton eMpendle onolwazi athinte usonhlalakahle uSithabile Dlamini ku 033 996 0414/11.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi eMpendle ucela ukufuniswa ubaba ka Makhaye Thenjiwe no-Andiswa abahlala eStoffelton abazalwa nguMakhaye Lydia Lindeni ongasekho emhlabeni onolwazi uyacelwa ukuba athinte nosonhlalakahle uSithabile Dlamini ku 033 996 0414/11.

•Usonhlalakahle N.K Dlamini ucela ukufuniswa umama kaNqobile Hlengwa no Philasande Hlengwa abazalwa uThembilihle Hlengwa noLawrence Sithole ohlala eTamboville .

Ongaba nolwazi uyacelwa ukuba axhumane nosonhlalakahle ku0333928619.

•Usonhlalakahle N.K Dlamini ucela ukufuniswa umndeni ka Nosipho Shongwe no-Nonthethelelo Shongwe abazalwa u-Elizabeth Shongwe . Ongaba nolwazi uyacelwa ukuba axhumane nosonhlalakahle ku 0333928619.

•Usonhlalakahle N.K Dlamini ucela ukufuniswa umndeni kaMelokuhle Zuma owayezalwa uNokuthokoza Zuma . Ongaba nolwazi uyacelwa axhumane nosonhlalakahle ku 0333928619.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa uSililndile Ngcobo no Sibusiso Zuma abangabazali baka Luthndo Ngcobo ohlala e-Ashdown. Onolwazi ngabo sicela athinte usonhlalakahle u L.R Nxumalo ku 0333928600.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa ubaba ka-Elihle no Thalente Phungula abahlala eGomora. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle u L.R Nxumalo ku 0333928600

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Lucky Mpofana kanye no mndeni wakhe waka Mpofana. Umama wakhe kwakungu Lillian Mpofana ongasekho.

Onolwazi anga xhumana nosomhlalakahle u N. Madlala ku 033 392 860 1.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa abazali baka Olwethu Thusi abangu Neli Thusi beno Mthobisi Ngcobo.. Abanolwazi bathinte usonhlalakahle u N Dlamini kwethi 033 3928642.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.