Izaziso

2019-10-23 06:01

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMxolisi Sokhela owamzalwa ngo 2003/05/19. Igama likamama uSokhela uFunagithini ongasekho nowayengokuzalwa KwaNyavu eMbungwini. .Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-M.N Nene enombolweni eth : 031 785 1193 nezikhathi zomsebenzi .

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSithole Minenhle Gciniswa owazalwa ngo 2002/04/12. Igama likamama uSithole Sibongile ongasekho emhlabeni owayehlala KwaNyavu eMbungwini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-M.N Nene enombolweni eth : 031 785 1193 nezikhathi zomsebenzi .

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Luyanda Brian owazalwa ngo-200/03/11 kanye noMkhize Yamond Ndumiso Smangaliso owazalwa ngo-2003/07/12.Igama likamama uMkhize Cythia Senzekile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-M.N Nene enombolweni eth : 031 785 1193 nezikhathi zomsebenzi .

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNompumelelo Zama Magoso owazalwa ngo-2003/02/10. Igama likamama uMagoso Princess Nana ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-M.N Nene enombolweni eth : 031 785 1193 nezikhathi zomsebenzi .

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKhumalo Siyanda ozalwa ngo-2002/05/22. Igama likamama uKhumalo Thabisile ongasekho emhlabeni owayehlala eMaqongqo eCabazini.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks N. Nhlanzi enombolweni ethi : 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaManelisi Thabethe owazalwa ngo-2002/11/06. Igama likamama uThabethe Makhosazane ongaseko owayehlala eManderstone. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Nkk P.S Mthiyane enombolweni ethi : 031 785 1193.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.