Izaziso

2019-11-13 06:01

•Sicela ukufuniswa ubaba kaZulu Nomnikelo owazalwa ngo 2002/11/25. Igama likamama uZulu Xolisile ongasekho emhlabeni owayengowokuzalwa KwaNyavu eManzamnyama. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks T.P.N enombolweni ethi: 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMalambo Lungelo Mandla owazalwa ngo 2002/02/02. Igama likamama uMalambo Nonhlanhla ongasekho emhlabeni owayehlala eNkanteziyi Ntweka. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks N.M Nene enombolweni ethi: 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Bulelani owazalwa ngo 2004/20/04. Igama likamama wakhe uNdlovu Nompumelelo ongasekho emhlabeni waseMaqongqo, eStingini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle UN Mhlazi enombolweni ethi : 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSibiya Anele Amahle owazalwa ngo 2004/5/17. Igama likamama uSibiya Solani ongasekho emhlabeni waseMaqongqo Kwagcina. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks N.M Nene enombolweni ethi: 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaTsoanyane Emihle owazalwa ngo 2010/03/09. Igama likamama wayengowokuzalwa eMlaba Village, HammArsdale ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaGumede Fezeka owazalwa ngo-2005/05/12. Igama likamama wakhe uGumede Zanele ongasekho emhlabeni owayengowokuzalwa eNgolishi eMbumbulu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-P.S Mthiyane enombolwenie ethi : 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaGumede Kwanele ozalwa uGumede Thembisile ongasekho emhlabeni ababehlala kwaNyavu . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.P.N Duma enombolweni ethi : 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaPhetha Minenhle ozalwa uPhetha Zinhle ongasekho emhlabeni owayehlala KwaNyavu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uDuma enombolweni ethi : 031 785 1193.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaZondi Goodness ozalwa uZondi Zandile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.P.N Duma enombolweni ethi: 031 785 1193.

•Sicela ukufunisewa ubaba kaKwanele Mvelwenhle owazalwa ngo 2008/12/29. Igama likamama uShelembe Nomonde waseMaqongqo ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNana Nhlanzi enombolweni ethi: 033 356 9802.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMnqobi Magwenyane noVuyani Aphiwe Fredrick Magwenyane. Igama likamama uGladys Magwenyane ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNkk Vilakazi enombolweni ethi: 033 505 0054.

•Sicela ukufuniswa uLucky Luthuli nongubaba kaSipho Raymond Mtolo. Igama likamama uSwaze Mtolo. Onolwazi sicela athintane noBrenda Mtolo enombolweni ethi: 078 447 9787.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaLonathemba Sithole kanye noSenzi Sithole. Ubaba wagcina ukubonakala eZondi Store Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMhlanga Siboniso owagcina ukubonakala endaweni yakaMncane Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaDlamini Ayanda. Igama likamama uDlamini Thokozani Angel. Umama kanye nobaba bahlangana endaweni yaseClermont eThekwini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uSlindile Cele enombowleni ethi: 072 056 5636.

•Sicela ukufuniswa abazali baNgubane Yamkela. Igama lika baba uNdlovu James kanti umama yena uNgubane Ntombi baseMsunduzi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T. Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaZuma Nontobeko ongaziwa. Igama likamama uZuma Sizakele Idah ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa abazali baKunene Luyanda Thobeka waseMsunduzi abangaziwa. Onolwazi sicela athintane enosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa abazali baMazibuko Sakhesihle umama wakhe okungu Mazibuko Lungile owayehlala eSnathing abangaziwa bashonaphi kanye nodadewabo uSakhesihle okungu Mazibuko Nomfundo owayehlala eSnathing naye ongaziwa washonaphi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Shelembe Snikeziwe no Shelembe Alwande abazalwa ngu Shelembe Phumzile Faith ongasekho emhlabeni obaba wabo kwakungu Wele Memela-Ngcongo.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni kulenombolo: 033 345 1857.

•I SAVF Social Services icela ukufuniswa abazali baka Mandisa Gasa. Igama lika mama wakhe ngu-Nokuphiwa Tholakele Gasa, ongaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi angathinta usonhlalakahle, Nks V. Zondi enombolweni ethi 033 342 1229.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaAnele Ngubane kanye noLuyanda Ngubane abazalwa uThandeka Ngubane ongasekho owayehlala eEdendale.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks DZA Mkhize kulenombolo 033 392 8621 ehhovisini lakaDepartment of Social Development ePMB.

•Usonhlalakahle N.K Dlamini ucela ukufuniswa umama ka Nqobile Hlengwa no Philasande Hlengwa abazalwa uThembilihle Hlengwa noLawrence Sithole ohlala eTamboville. Ongaba nolwazi uyacelwa ukuba axhumane nosonhlalakahle ku033 392 8619.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa uSilindile Ngcobo no Sibusiso Zuma abangabazali baka Luthando Ngcobo ohlala e-Ashdown. Onolwazi ngabo sicela athinte usonhlalakahle uL.R Nxumalo ku 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Lucky Mpofana kanye no mndeni wakhe waka Mpofana. Umama wakhe kwakungu Lillian Mpofana ongasekho. Onolwazi anga xhumana nosonhlalakahle u-N. Madlala ku033 392 8601.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.