IZAZISO

2019-11-27 06:00

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Kubheka Unathi ohlala eSobantu township, sicela onolwazi axhumane no sonhlalakahle uMnu K Msomi kulenombolo 033 3928600.

•I New Hanover DSD icela ukufuniswa uDumakude Fana ongubaba ka Nene Sphumelele Ayanda ozalwa zingu 2005-09-02. Umama wakhe kwakungu Nene Thulisile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi kulenombolo 033 5022187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa umama ka Themba Sehlabo no Refilwe Sehlabo owaziwa ngo Deneo Motaung owahamba waya eGoli washiya ubaba wengane zakhe nabantwana ngoba eyofuna umsebenzi. Onolwazisi cela athinte usonhlalakahle N.P. Hlongwane ku 033 3928610 noma eze kuma hhovisi ethu kwa 390 Pietermaritz Street (Kwambilakhahlela)

•Ihhovisi licela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Sanelisiwe owazalwa zingu 29-12-2002. Umama wakhe kwakungu Ndlovu Agnes Bongekile ongasekho emhlabeni owayehlala endaweni yaThokozani Kucelwa onolwazi ngobaba walomtwana axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 5022160 / 033 5022175 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Lonathemba Phoswa. Umama wakhe uLindelwa Phoswa ohlala kwaCaluza. Onolwazi ngicela athintane nosonhlalakahle uNonjabulo Gasela kulenombolo: 033 342 0141.

•Sicela ukufuniswa abazali baka-Anathi Dlamini abadabuka eSweetwaters onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNonjabulo Gasela kulenombolo: 033 342 0141.

•Sicela ukufuniswa abazali baMthembu Luhle ababehlala eHowick, Pietermaritzburg. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Kwanele. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa abazali bomtwana uMncube Andiswa. Ubaba wayaziwa ngoRapetswe Sam. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMtshali Asanda Aphile owaziwa ngelikaMkhize Sifiso wakwaMnyandu ePietermaritzburg. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa abazali bomtwana uDlamini Bayanda. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks N.K Hlela ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa abazali bomtwana uBhengu Amahle. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks N.K Hlela ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa abazali bomtwana uDlamini Dumisani. Onolwazi angathintana nosonhlaalakahle uNks N.K Hlela ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaZondi Samukelisiwe Mandisa ozalwa uZondi Busisiwe ongasekho emhlabeni. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks N.K Hlela ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSangweni Sibani ozalwa uXolisile Sangweni ongasekho emhlabeni. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks N.K Hlela ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMemela Luthando Asanda ozalwa uMemela Virginia Winnie ongasekho emhlabeni. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku 033 392 8604.

•SIcela ukufuniswa ubaba kaMncwabe Amanda Pinky ozalwa uMncwabe Beatrice Sindisiwe ongasekho emhlabeni. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNgcobo Syamthanda ozalwa uNgcobo Jabulile Rose ongasekho emhlabeni. Ubaba wayaziwa ngelika Zondi Edwin Sibongiseni. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaCheka Bophelo ozalwa uCheka Limakatso ongasekho emhlabeni. Onolwazi angaxhumana noSonhlalakahle uNks N.K Hlela ku033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa abazali baZuma Mbali. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks N.K Hlela ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa abazali baMaduna Sindiswa Toti. Umama waziwa ngoMaduna Zethu. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa umama kaKhathi Khanyisani owaziwa ngoMbhele Fikisiwe ongaziwa washonaphi, ubaba nguPhillip Khathi ongasekho emhlabeni. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks T.F Mdluli ku033 392 8611.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMchunu Esihle owayezalwa uMchunu Noxolo ongasekho emhlabeni. Ubaba igama uMkhize Linda owayesebenza eMbali Police Station.

Kusolwa ukuthi uhlala eGrange noma eWestgate, Pietermaritzburg. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku 033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa abazali baNgcobo Nkosingiphile. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Sinethemba ozalwa uNdlovu Lindiwe Grace ongasekho emhlabeni. Onolwazi angachumana nosonhlalakahle uNks J.S Ndebele ku033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Andiswa Makhaye beno Brian Nhlanhla Makhaye owayekwaziwa ngelika Janey Frontain. ubaba wabo ngu-Andile Makhaye ohlala Azalea, onolwazi athine usonhlalakahle T.A Zondi ku 033 392 8601.

•As the Department of Social Development impendle we would like assistance in looking for the father of Karabo Thabiso Mdaweni who was born in 2003-11-04 the mother was Mndaweni Delisile Alexia deceased 2010-11-04 the child reside with Niki Eslinah Mndaweni.

•I SAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba ka Snethemba no Hlengiwe Ndlovu. Igama lika mama wabo ngu-Nqobile Virginia Ndlovu. Onolwazi angathinta usonhlalakahle, Nks V. Zondi enombolweni ethi 033 342 1229.

•I SAVF Social Services icela ukufuniswa abazali baka Nomusa Madonsela. Igama lika mama wakhe nguSbongile Madonsela, ongaziwa ukuthi ukuphi. Igama lika baba alaziwa. Onolwazi angathinta usonhlalakahle, Nks V. Zondi enombolweni ethi 033 342 1229.

•SAVF Social Services I would like to locate the Biological mother (Khanyisile Gasa) of Luthando Mkhize born in 2010-03-31.

The child’s father was Thokozani Mkhize who is now deceased. Any person with information to please contact the social worker Nomhle Mathinjwa at SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg on

033 342-1229.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa umama ka-Aphelele Ntombela, umama wakhe okungu Londeka Felicia Mnyandu. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle uSifundo Zulu kulenombolo 033 342 8971.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.