Izaziso

2019-11-27 06:02

Sicela ukufuniswa ubaba kaDlomo Nonkululeko amuthola kuDlomo Jabulile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa ubaba kaShezi Nomcebo ongaziwa amthola kuShezi Dudu Princess ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa ubaba kaKhoza Nonkululeko Precious ongaziwa amuthola kuKhoza Rejoioce Zanele ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Akhona Duma ongaziwa amuthola kuDuma Nokuthula Alter ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa abazali baSoni Thembisile. Umama uNomusa Pearl Soni kanti ubaba akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa ubaba kaZuma Thandolwethu Cebile kanye noSithole Aphiwe Bongimpilo. Igama likababa uSthole Bhekani. Igama likamama uZuma Nonhlanhla ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNxumalo Aphiwe Sinaye ongaziwa amuthola kuNxumalo Purity Thulile ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa abazali baNgubane Asanda.Igama likamama uMzolo Velile uba ayena uNgubane Mzwandile. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa abazali baka-Asemahle Thusi. Ubaba wakhe uThusi Khehla, no-Asenathi Gcumisano-Asekhona Gcumisa abathola kuMalinga Busisiwe . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652 539.

Sicela ukufuniswa ubaba kaShangase Minenhle Nhloso okuthiwa wayengu-Mnu Ngubane Sbusiso Emmanuele. Igama likamama uShangase Phethile Bongekile waseFaye kaJuluka Sigodi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mnu L.M Dladla enombolweni ethi : 033 502 2160.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMthiyane Lungisani owazalwa mhlaka 29 February 2002. Ubaba akaziwa amagama akhe. Igama likamama uMthiyane Thembelihle Goodhope waseMtulwa ongasekho emhlabeni. . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mnu L.M Dladla enombolweni ethi : 033 502 2160.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Sphumelele owazalwa mhlaka 10 February 2003. Igama lika baba uMthoko Duma. Igama likamama uNdlovu Mafuna Lindiwe waseMtulwa koNdlovu ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mnu L.M Dladla enombolweni ethi : 033 502 2160.

Sicela ukufuniswa abazali baSindsiwe Ngcobo waseSweetwaters. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Z.L Gwala enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa abazali baka-Amanda Khumalo ohlala eSweetwaters. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Z.L Gwala enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa abazali baMlotshwa Nolwazi Mandisa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Z.L Gwala enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa abazali baShezi Phemelo ohlala eMbubu eSweetwaters. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Z.L Gwala enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa umama kaNqobile Hlengwa noPhilasande Hlengwa abazalwa uThembilihle Hlengwa noLawrence Sithole ohlala eTamboville. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.K Dlamini enombolweni ethi : 033 392 8619.

Sicela ukufuniswa umndeni kaNosipho Shongwe noNonthethelelo Shongwe abazalwa u-Elizabeth Shongwe. . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.K Dlamini enombolweni ethi : 033 392 8619.

Sicela ukufuniswa umndeni kaMelokuhle Zuma owayezalwa uNokuthula Zuma. . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.K Dlamini enombolweni ethi : 033 392 8619.

Sicela ukufuniswa ubaba kaKubheka Lwandle ohlala eSobantu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uKhulekani Msomi enombolweni ethi : 033 392 8600.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMalevu Siyamthanda. Igama likamama uMalevu Thobekile. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLinda enombolweni ethi : 033 5050087/6/3.

Sicela ukufuniswa abazali baMthembi Phumelela . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLinda enombolweni ethi : 033 5050087/6/3.

Sicela ukufuniswa ubaba kaDlamini Lungelo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNkk Mabika enombolweni ethi : 033 5050087/3/4.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Bayanda Steven wakaMpumuza kodwa osehlala eMbali Unit 1 kuMvubu Road. Umama wakhe uMkhize Doris wakaMpumuza. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uPhoswa enombolweni ethi : 0789787860 okanye 0335050083/83/85/86 okanye 033 3990026.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNonkululeko Shelembe ongaziwa. Igama likamama uThabisile Shelembe ongasekho emhlabeni wakaZayeka eSweetwaters.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZ.T Mqasdi enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNosipho Mngwengwe ongaziwa. Igama likamama uSibongile Rejoice Dlamini ongasekho emhlabeni. . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZ.T Mqasdi enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Anelisa Ezinhle Mabaso ongaziwa. Igama likamama uSthembile Nokulunga Mabaso ongasekho emhlabeni waseSweetwaters. . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZ.T Mqasdi enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa abazali baka-Aslinde Shelembe abangaziwa. Umama wayaziwa ngoThabile Shelembe kanti ubaba akaziwa. Ingane ihlala kaZayeka eSweetwater. . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZ.T Mqasdi enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniwa ubaba kaMsomi Phumelele noMsombi Busisiwe ongaziwa. Umama wabo wayebizwa ngoNolwazi Msomi waseMbutshane eSweetwaters. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZ.L Gwala enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Bayanda Steven wakaMpumuza kodwa osehlala eImbali Stage 1 kuMvubu Road number 2930. Umama wakhe nguMkhize Doris wakaMpmumuza. Omaziyo sicela afonele osonhlalakahle eMnyangweni wezokuThuthukiswa koMphakathi eVulindlela Service Office noma Youth Development Centre eDambuza. Fonela ku Phoswa G.E. kulezinombolo ezilandelayo 0789787860, 033-5050083/84/85/86 noma 033-3990026.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Sanelisiwe owazalwa zingu 29-12-2002. Umama wakhe kwakungu Ndlovu Agnes Bongekile ongasekho emhlabeni owayehlala endaweni yaThokozani. Kucelwa onolwazi ngobaba walomtwana axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 5022160 / 033 5022175 ngezikhathi zomsebenzi.

Sicela ukufuniswa umama ka-Andiswa Makhaye beno Brian Nhlanhla Makhaye owayaziwa ngelika Janey Frontain. Ubaba wabo ngu-Andile Makhaye ohlala Azalea, onolwazi athine usonhlalakahle T.A Zondi ku 033 392 8601

The Department of Social Development seeks the biological father of Nosipho Hazel Sithole who is the daughter of the late Philisile Esther Sithole. Nosipho lives in Ashdown with her paternal family. Anyone with information please contact social worker L.R Nxumalo on 0333928600.

The Department of Social Development seeks the biological father of Nhlanhla Lucky Zondi who is the son of the late Patricia Bongisiwe Zondi. Nhlanhla lives in Ashdown with his maternal family. Anyone with information please contact L.R Nxumalo on 0333928600s

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.