Izaziso

2019-12-18 06:01

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Lindi Gwamanda kanye no Lihle Gwamanda. Umama wabo u-Annastacia Sindisiwe Gwamanda. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Umama ka Mayenzeke Kunene, Wandile Kunene kanye noSabusiswa Kunene. Ubaba wabo kwakungu Mthokozisi Innnoscent Kunene, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no-Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba kaNethezeka Unami Ngcobo. Umama wakhe okungu Lindiwe Ngcobo, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no-Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba kaMonde Magcayi, Nthando Magcayi, Katlego Magcayi. Umama wabo okwakungu Nomusa Portia Magcayi. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka Khethelo Kunene kanye no Kuhlesimbonge Kunene, umama wabo okwakungu Nonjabulo Hlobisile Kunene, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane No Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Noluthando Mkhize, ohlala eDambuza. Onolwazi athintane No Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Alwande Majozi, umama wakhe okungu Nokulunga Majozi, kanti Ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sbanisenkosi Dladla, umama wakhe okungu Wendy Dladla kanti ubaba wakhe okungu Lindokuhle James Small Mpangase. Onolwazi kucelwa athinytane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka Tukelo Mohlubudi, Dumisani Mohlubudi, Themba Mohlubudi, Tumelo Mohlubudi kanye no Retsipile Mohlubudi. Onolwazi Kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba Nosipho Nkhahle, umama wakhe u Ntsidiseng Nkhahle, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka Magwenyane Aphile kanye no Ranyaka Amkelo. Umama wabo okwakungu Thandiwe Magwenyane, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka Khuboni Amanda, uamama wakhe okwakungu Thandiwe Magwenyane, Ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka Sphumelele Mnqobi, umama wakhe okwakungu Zoleka Ora Mnqobo ongaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Pitso Boitumelo, umama wakhe okungu Lubuseng Pitso, ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba Omuhle Ndlovu, umama wakhe okungu Snethemba Ndlovu, kanti Ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Mpilwenhle Radebe, umama wakhe okungu Londi Nxumalo kanti Ubaba okungu Sizwe Goodwill Radebe. Onolwazi kucelwa athintane No Nobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Okuhle Mzolo, umama wakhe okungu Nthabeleng, ongaziwa ukuthi ukuphi. Ubaba wakhe okungu Bheki Mzolo, owagcinwa ehlala Ezinketheni.

Onolwazi kucelwa athintane Faith Mndunge enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Enzokuhle Ndlovu, Umama wakhe okungu Nomthandazo Ndlovu, ongaziwa ukuthi ukuphi. Ubaba wakhe okungu Kakaka , ongaziwa ukuthi ukuphi.

Onolwazi kucelwa athintane no Nonhle Dlamini enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Ndalo Zakwe kanye no Sbani Zakwe. Umama wabo okungu Nothile Zakwe, ongaziwa ukuthi ukuphi, kanti Ubaba wabo ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Sfundo Zulu enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Mpilo Buthelezi. Umama wakhe okungu Queen Buthelezi kanti Ubaba wakhe okungu Vuyani Bhujela, abangaziwa ukuthi bakuphi. Onolwazi kucelwa athintane no Nduduzo Sithole enombolweni ethi : 033 342 8971 okanye 033 394 2080.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Bayanda Steven wakaMpumuza kodwa osehlala eImbali Stage 1 kuMvubu Road number 2930. Umama wakhe nguMkhize Doris wakaMpmumuza. Omaziyo sicela afonele osonhlalakahle kwa Socia Development Vulindlela Service Office noma Youth Development Centre eDambuza. Fonela ku Phoswa G.E. kulezinombolo ezilandelayo 0789787860, 033-5050083/84/85/86 noma 033-3990026.

•sicela ukufuniswa umama kaAndiswa Makhaye beno Brian Nhlanhla Makhaye owayekwaziwa ngelika Janey Frontain. ubaba wabo ngu-Andile Makhaye ohlala Azalea, onolwazi athine uSonhlalakahle T.A ZONDI KU033 392 8601

•Umnyango wezokuthuthukisa komphakathi eNew Hanover Service Office licela ukufuniswa ubaba kaShangase Nhloso Minenhle amthola kuShangase Phethile Bongekile ongasekho wase-Efaye area. Ubaba wakhe nguNgubane Sbusiso Emmanuel. Onolwazi sicela axhumane nosonhlakahle uMr LM Dladla kulezinombolo 0335022160 ngezikhathi zomsebenzi.

•Umnyango wezokuthuthukisa komphakathi eNew Hanover Service Office licela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Siphumele amthola kuNdlovu Mafuna Lindiwe ongasekho wase-Mtulwa area. Ubaba wakhe nguDuma Mthoko. Onolwazi sicela axhumane nosonhlakahle uMnu LM Dladla kulezinombolo 0335022160 ngezikhathi zomsebenzi.

•UMnyango wezokuThuthukisa koMphakathi eNew Hanover Service Office licela ukufuniswa ubaba kaMthiyane Lungani amthola kuMthiyane Thembelihle Goodhope ongasekho emhlabeni wase-Mtulwa are. Onolwazi sicela axhumane nosonhlakahle uMr LM Dladla kulezinombolo 0335022160 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Sanelisiwe owazalwa zingu 29-12-2002. Umama wakhe kwakungu Ndlovu Agnes Bongekile ongasekho emhlabeni owayehlala endaweni yaThokozani Kucelwa onolwazi ngobaba walomtwana axhumane nosonhlalakahle uMrs Nomusa Zondi kulezinombolo 033 5022160 / 033 5022175 ngezikhathi zomsebenzi.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.