Izaziso

2020-01-29 06:02

• Sicela ukufuniswa umama ka-Owami Siyamthanda Dlamini ohlala eCopesville. Umama wakhe nguNonkululeko Mavundla owagcina ukubonakala eWillowfountein. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle waseThandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLungile Kim Zuma ohlala eSigodini. Umama wakhe nguWitness Jabulile Zuma ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle waseThandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Kwanele Olwethu Dladla beno Amahle Andiswa Dladla base copesville. Umama wabo ngu -Andile Dladla naye ongaziwa washonga kuphi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle waseThandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Usanda Mkhize ohlala eZinketheni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle waseThandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Simphiwe Mbanjwa beno Nombuso Mngadi base Dambuza umama wabo nguNokuthula Mbanjwa ubaba nguRemember Mngadi abangaziwa bashonaphi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle waseThandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaBayanda Avelo Ncalane beno Slungile Ncalane base Dambuza umama wabo ngu Gugu Sphumelele Ncalane ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Olwethu Nokwanda Mnguni beno Mnguni Oluhle base Dambuza umama wabo nguNokulunga Mnguni ongaziwa washonaphi kanti ubaba igama kalaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Nomvula Nombuso Vutha wase Dambuza umawakhe nguPretty Tholakele Mchunu ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Aphiwe Mkhize wase Snathing umama wakhe nguLungile Mkhize ongaziwa washonaphi, igama likababa alaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Fezeka Simphiwe Mbeje wase Snathing umama wakhe nguBongiwe Gloria Zuma ongasekho emhlabeni ubaba wakhe ngu Mbango Bongumusa Mbeje. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andiswa Zuma wase Snathing ozalwa nguBeauty Msane ongasekho emhlabeni obaba wakhe nguSandile Zuma ongaziwa washonaphi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle waseThandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Simphiwe Mlaba wase Caluza. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNkosingiphile Sphelele Nzimande wase Caluza umama wakhe nguBuyisile Fransisca Nzimande ongasekho emhlabeni igama likababa ngu Sho Ngubane ongaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Olwethu Mtshali wase Snathing omama wakhe ngu Thembelihle Mtshali ubaba nguBhatata Mbambo abangaziwa bashonaphi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uThandelani Gumede kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa umama kaNomzamo Jaca wase Snathing okungu Nontuthuzelo Jaca ongaziwa washonaphi, ubaba wakhe ngu Zamokwakhe Bho Gwala ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Dlamini Simangele no Dlamini Nkosikhona base Caluza obaba wabo ngu Gitta Ntombela ongaziwa washonaphi umama wabo nguDlamini Khanyisile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Mgobhozi Thabiso Zusakhe noMgobhozi Avela Asiphe base Copesville. Umama wabo nguMgobhozi Zamanguni Getrude ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani kule nombolo: 033 345 1857

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKhomo Aphiwe wase Copesville omama wakhe ngu Khomo Ningi Ivy ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa umama ka Ngolomi Oluhle wase Copesville obaba wakhe nguMqambeli Mthandeni Wellington ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle wase Thandanani Children’s Foundation uGumede Thandelani kule nombolo: 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa baba ka Lonathemba Bayanda Ngcobo ongaziwa .Igama likamama womntwana ngu Sindi Pearl Ngcobo ongasekho emhlabeni. Umama womntwana wayengowokuhlala eWillowfintein Pietermaritzburg. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMnu NJ Shabalala kule nombolo 033 392 8609.

• Sicela ukufuniswa uThulani Zondi ongubaba ka Andile Gasa owagcina ukubonakala ngo 2015 owayehlala embali unit 14. Igama likamama womntwana nguKhombisile Gasa ongasekho emhlabeni .Onolwazi Sicela axhumane nosonhlalakahle u Mnu NJ Shabalala kule number 033 392 8609

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Ntobeko Blani ogama lakhe ngu Ntozakhe Duma onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle Ngcobo kulenombolo 033-3928648.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba wezingane zakaMbhele u -Amahle, Thabiso kanye no- Awanda. Umama wabo uMukelisiwe Mbali Mbhele, ubaba wabo u JB Mvelase. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle Thembi Zondi ku 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Junior kanye noMpendulo Mthimkhulu. Umama wabo uRonica Mthimkhulu. Ubaba ka Junior uMusa okusalakala ukuthi use Howick, kanti ubaba kaMpendulo akaziwa. Onolwazi kucelwa athinte u sonhlalakahle uThembi Zondi ku 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Enzokuhle Dlamini kanye no Slindokuhle Ndlela. Umama wabo okungu Thandi Dlamini ongaziwa ukuthi ukuphi, Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Sphelele Mdlalose kanye no-Asanda Mdlalose. Umama wabo okungu Nompumelelo Mdlalose ongaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka Mpendulo Mposula kanye no Nonjabulo Happiness Madlala. Umama wabo okungu Thandazile Madlala ongaziwa ukuthi ukuphi, Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka Sphesihle Ngubo kanye noMinenhle Ngubo. Umama wabo okungu Khanyisile Ngubo ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba kaSiyamthanda Ndlovu. Umama wakhe okungu Sthobile Ndlovu ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka-Andiswa Lubambo Gelejane. Umama wakhe okungu -Anele Gelejane, owagcinwa ehlala kaPata. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare Society icela ufuniswa oobaba bengane zika Siyamthanda Mkhize wase house no 34 Peaceville. Amagama engane ngu -Asenzeke Zubenathi Mkhize owazalwa 2017-05-02 kunye Zamambo Aphiwe Mkhize bowazalwa 2019-01-21. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZiyanda Lubambo kule nombolo: 0333428971

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba balabantwana: Kwandile Jali, Nkanyiso Jali, Aphile Jali kanye no-Avela Jali. Umama wabo ngu Nomkhosi Jali ohlala eCinderella. Onolwazi kucelwa athinte umosomhlalakahle uNkosinathi Shezi ku 033 342 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Lusanda Zondo, umama wakhe u Ntombizandile Zondo kanti ubaba akaziwa. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle Nkosinathi Shezi ku 033 345 8971.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Okuhle Mzolo, umama wakhe u Nthabiseng Papiyane ubaba wakhe u Mzolo. Kucelwa bathinte usonhlalakahle uSindi Hlope ku 033 342 8970.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNgcobo Sanelisiwe Retisha ozalwa uNgcobo Constance Jabulile ongasekho. Onolwazi angaxhumana nosomhlalakahle uNks J.S Ndebele ku 033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMchunu Malwande ozalwa uMchunu Thembelihle Vinoliah ongasekho.

Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle Nks J.S Ndebele ku 033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Mwale Nkosinathi Khayelihle beno Mwale Getrude Thembisile bahlala eCopesville. Umama wabo ngu Mwale Fikile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede enombolweni ethi : 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaGabela Lumka ongaziwa. Igama likamama uGabela Bbeauty Nokuthula ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083 .

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.