Izaziso

2020-02-05 06:01

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSiboniso Mhlangan ongaziwa. Umama wakhe kwakuMhlanga Bongiwe Lindi owayehlala KwaMnace Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaShanasae Nhloso Minenehle amthola kuShangase Phethole Bongekile ongasekho emhlabeni wase-Efaye area. Ubaba wakhe uNgubane Sbusiso Emmanuel. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMnu LM Madlala enombolweni ethi : 033 502 2160.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Siphumelele amthola kuNdlovu Mafuna Lindiwe ongasekho waseMtulwa. Ubaba wakhe uDuma Mthoko. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMthiyane Lungani amthola kuMthiyane Thembelihle Goodhope ongasekho emhlabeni waseMtulwa Area. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Akhumzi Nkunjana. Ubaba wakhe uSiyanda Malunga owagcina ukubonakala eHarding. Umama yena uNandipha Nkunjana owagcina ukubonakala eHowick. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-NP Nene enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMchunu Siphesihle waseMsunduzi. Igama likababa uMchunu Nkosinathi . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaShelembe Asiphile onguJili Sihle owagcina ukubonakala eXobho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sindiswa Pinky Mchunu. Uma ekhona onolwasi sicela athintane nosonhlalakale uNkk Cajee ePietermaritzburg Child Welfar (033 3428971.

•Trying to trace the whereabouts of the parents of Jodi Shaun Payne. Anyone with information – please contact F Cajee at Pietermaritzburg Child Welfare 033 342897.

•Sicela ukufuniswa abazali baJili Kwanda wasendaweni yakaNxamalala. Igama likababa uMgungelwa Dlezi kanti umama yena uMantu Jili. Onolwazi sivela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMchunu Siphesihle ongaziwa. Igama likamama uMpanganse Thembisile ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sivela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukjufuniswa abazali baMadlala Nobuhle ohlala endaweni yaseNadi. Onolwazi sivela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMadlala Andile ongaziwa. Igama likamama uMadlala Khanyisile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sivela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMadlala Andile ongaziwa. Igama likamama uMadlala Khanyisile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa abazali baka Buhle Mkhize ohlala yaseNqabeni abangaziwa. Onolwazi sivela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Asiphile Shelembe onguJili Sihle owagcina ukubonakala endaweni yaseXobho. Onolwazi sivela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Oluhle Zondi ongaziwa. Igama likamama uDumile Zondi ongasekho emhlabeni. Onolwazi sivela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.