Izaziso

2020-02-19 06:03

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Ayabonga Vilakazi ongaziwa. Igama likamama uVilakazi Zomaphephethe Nelisiwe wasendaweni yaseZibovini ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe ku- 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa abazali baNomathemba Ntombela ababehlala eSweetwaters KwaZayeka. Ubaba onguBabo Busane nomama uTholakahle Ntombela. Onolwazi athinte u-Z T Mqadi enombolweni : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaPhiwokuhle Ndlovu owayezalwa uDingeni Vnancia obehlala Emaqeleni eMbali ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Nkk N.E Ngubane enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKwanele Njabulo Sithole ongaziwa. Umama wakhe uBongekile Promise Sithole ongasekho owayehlala Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMajola enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Ayanda Dlamini ozalwa nguThokozani Angel Dlamini ongasekho emhlabeni. UThokozani watholana nobaba wengane eThekwini, eClermont. Onolwazi sicela sicela axhumane nosonhlalakahle uNks S. Cele enombolweni : 033 502 2161 okanye uMkathini Kangekile enombolweni : 072 056 5636.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaChamane Wendy owagcinwa ehlala eThekwini ngonyaka nka-2012. UWendy uzalwa uNdlovu Lilly KwaSwayimane esigodini saseTsheni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNompumelelo enombolweni ethi : 072 313 0785 noma uSlindile Cele enombolweni ethi : 033 502 2161.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa ubaba kaSibiya Alwande Enough owayehlala embali eBB. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N Dlamini enombolweni ethi: 0333928642

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Ubaba ka-Imanginkosi Mkhize, umama wakhe okwakungu Sphelele Mkhize, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala.

•Pmb Child and Family Welfare is looking for the biological parents of Sbusiso Jordan Govender. The natural mother is known as Enid Lorraine Govender and the natural father is unknown. Govender was staying in Bulwer. Anyone who has information, kindly contact Kholiwe Songelwa on 033 342 8971

•PMB Child and Family Welfare is looking for Zoya Jones parents, the natural mother is Jessica Jones and the natural father is unknown. Anyone with information kindly contact Nobuhle Madlala.

•PMB Child and Family Welfare is looking for Lee-Anne Isaacs and Nqobile Zondi who are the biological parents of Olwethu Ethan Isaacs , born on 05/12/2017. The Child was abandoned by her mother at Northdale Hospital on December 2017. Anyone with information kindly contact Ziyanda Lubambo.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Sbahle Mkhize, umama wakhe okwakungu Thembelihle Nodada ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Snothando Mnculwane, umama wakhe okungu Thabile Happiness Mnculwane ongaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Nosipho Nkhahle, umama wakhe okungu Ntsidiseng Nkhahle. Ubaba wakhe okungu Phelelani Ndlela, ongaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala. 033-342 8971.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa Nqobile Zondi ongubaba ka-Olwethu Ethan Isaacs, umama wakhe okungu Lee-Anne Isaacs. Onolwazi kucelwa athintane noZiyanda Lubambo.

•On behalf of the SAVF Social Services , I would like to request to place a newspaper advertisement to locate the biological parents of Sihle Khumalo born on September 19. The child’s biological mother’s name is Nomthandazo Khumalo and his father’s name is Sthembiso. Any person with information to please contact the social worker Nomhle Mathinjwa at SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg on 033 342-1229.

•SAVF Social Services would like to locate the Biological mother Sthokozile Thobeka Nyathi of the twins Wasipha Amukelo Nyathi and Sesese Amukela Nyathi born on September 19, 2019. The children’s biological father is Zamo Sikhakhane. Any person with information to please contact the social worker Nomhle Mathinjwa at SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg on 033 342-1229.

•Sisacela ukufuniswa ubaba ka Zondi Mnqobi owayehlala eSobantu, wagcina ukubonakala eminyakeni eyedlule. Sicela onolwazi axhumane nosonhlalakahle uMnu K. Msomi kulenombolo - 033 392 8600

•UMnyango wezeNhlalakahle , ucela ukufuniswa Umama ka-Anelisa Dlamini u Nonhlanhla Prudence Dlamini , obehlala Emaqeleni , Imbali.Owagcina ukubonakala ngo May 2019. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle T.S Mncwabe ka Mbilakhahlela kule nombolo 0333928610

•Sicela ukufuniswa umama ka-Andiswa Memela owazia ngoNompumelelo, Memela, odabuka e Bulwer Bethlehem owagcina ukubonakala e Mbali Fedsem ngo 2010. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle u T.S Mncwabe kulenombolo 0333928610.

•UMnyango wezeNhlalakahle ucela ukufuniswa u-Ayanda Mthafeni umama ka-Aphiwe Ndawonde owayehlala eMbali Unit J eMaqeleni owagcina ukubonakala ngo 2003. Onolwazi akathintane nosonhlalakahle uMnu T.S Mncwabe kulenombolo 0333928610

•The Department of Social Development seeks your assistance in tracing the whereabouts of Pholani Ndungane the biological mother of Lubanzi Ngungane who resides in Ashdown with his paternal family. Anyone with information please contact social worker L.R Nxumalo on 033 392 8600.

•The Department of Social Development seeks your assistance in tracing the whereabouts of Sibusisiwe Ngcobos father (name unknown). Sibusisiwe lives in Taylors Halt (Emakhafuleni) and is the daughter of the late Ntombiyomusa Ngcobo. Anyone with Information please contact social worker P Kheswa on 0333928600

•The Department of Social Development seeks your assistance in tracing the whereabouts of Nosiko Mhlongo. Nosiko lives in Ashdown with her maternal family. Anyone with information please contact P Kheswa on 033 392 8600.

•The Department of Social Development would like assistance on finding the biological father of Karabo Mndaweni, the biological mother has passed away on 2010.11.04, the mother’s name was Delisiwe Alexia Mndaweni. He resides with his granny Mndaweni Elesi Niki at Impendle Swamp area please contact Nondumiso Hlengwa at 078 407 7992 if you have information.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali bomntwana owatholakala emgodini wendlu yangasese endaweni yase Gomora. Kucelwa onolwazi athinte usonhlalakahle uNonhlanhla Ndlela Ku 033 345 8971.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.