Izaziso

2020-04-01 06:00

• IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Nhlalonhle Siyanda Mkhize. Umama wakhe uZandile Dlamini, ubaba wakhe uNhlanhla Mkhize wase Elandskop. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uNonhle Dlamini ku 033 342 8971.

• Sicela ukufuniswa ubaba nomama bengane uDineo Mgoza wase Willowfontein. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle kwaMbilakhahlela ku 033 3928607. Siyabonga

• Sicela ukufuniswa ubaba nomama bengane uSisanda Chiya wase Willowfontein. Onolwazi sicela axhumane no sonhlalakahle kwaMbilakhahlela ku 033 3928607. Siyabonga

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa u-Anita Dlamini kanye noSphamandla ongaziwa isibongo okungabazali baka Gift Dlamini. Kucelwa onolwazi athinte usonhlalakahle uZama Mdunge ku 033 342 8971 ngezikhathi zomsebenzi.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Luseko Dlamini owazalwa 04-02-2013. Umama wakhe u Nontokozo Dlamini, ubaba wakhe uSifiso Mchunu. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uSibongile Gumede kulenombolo 033 342 8971 ngezikhathi zomsebenzi.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa uXoliswa Ndebele owagcinwa ehlala Ezinketheni kanye noMtu Mdluli wase Hammarsdale okungabazali baka Sbongakonke Tamie Ndebele. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uN. Ngcekwa kulenombolo: 033 342 8971 ngezikhathi zomsebenzi.

• IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Siyamthanda Zondi. Abazali bakhe abaziwa. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uN. Ngcekwa kulenombolo: 033 342 8971 ngezikhathi zomsebenzi.

• I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Lonathemba Siyamthanda Ngcobo. Umama wakhe u Noluthando Ngcobo, ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uN. Ngcekwa ku 033 342 8971 ngezikhathi zomsebenzi.

• I Child and Family Welafare icela ukufuniswa abazali baka Snakho Sisanda Duma umama wakhe uSlindile Duma kanti ubaba akaziwa. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uN. Ngcekwa ku 033 342 8971 ngezikhathi zomsebenzi.

• I Child and Family Welafare icela ukufuniswa abazali baka Buhle Athandwa Ntuli, umama wakhe uNoxolo Ntuli, ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uN. Ngcekwa ku 033 342 8971 ngezikhathi zomsebenzi.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaThato Sisandiswa Mncube, osolakala ukuba phakathi kweGoli ne-KZN. Umama womntwana akasekho emhlabeni, obengu-Nompumelelo Pearl Mncube. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle Z.T Mqadi, DSD-Vulindlela Service Office ku- 033 505 0084.

• Sicela ukufuniswa u-Zodwa Sosibo ongumama ka-Amahle Sosibo owamshiya kubaba wakhe uThulani Zingu ongasekho emhlabeni ngo 2014 endaweni yase Khokhwane e- Elandskop.

Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle u-T.E Shabalala enombowleni ethi: 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka-Sbonga Madondo azalwa nguNosizwe Favourate Madondo ongasekho emhlabeni. Kubikwa ukuthi ubaba akaziwa igama lakhe ngoba umama wayengakaze alidalule kodwa wayehlangane no Nosizwe efunda eMsunduzi TVET College ngonyaka ka 2007.

Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uMnu T.E Shabalala enombowleni ethi: 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa abazali baka Anathi Mzolo owazalwa ngo 2009-10-04 . Umama igama lakhe nguMbanjwa Nondumiso okusolakala ukuthi akasekho emhlabeni kanti igama lika baba wengane alaziwa.

Umama wayehlala endaweni yakwa-Gijima e Taylors Halt location. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uMnu T.E Shabalala enombowleni ethi: 033 505 0083.

• Sicela nisifunise abazali bengane yakwaNgubane uPhiwayinkosi ohlala kwaMpumuza. Umama wengane sewashona igama lakhe nguZanele Hycynthia Ngubane. Ikakhulu kufunwa ubaba wengane. Obaziyo sicela afonele osomhlalakahle kwaSocial Development YDC Vulindlela S/O kulezi nombolo: 0789787860 or 033-5050083/84 Xhumana no-Phoswa G.E. (Magama) kumnyango wokuthuthukiswa komphakathi.

• Sicela ukufuniswa abazali bezingane baka Akhona Zondi beno Oluhle Zondi umama wabo ngu- NoMfundo Zondi owayehla la Kwa-Dindi. Izingane zihlala kwa-Mpumuza Shayamoy Edamini. Ubaba ka Oluhle kunamahebezi okuthi ngu-Sbonelo Zondo.Obaziyo sicela afonele osonhlalakahle kwa Social Development YDC Vulindlela S/O kulezinombolo: 0789787860 or 033-5050083/84 Xhumana no-Phoswa G.E. (Magama) kumnyango wokuthuthukiswa komphakathi.

• I-SAVF Social Services icela ukufuniswa abazali baka Nelisiwe Ndawo owazalwa ngomhlaka 03-02-2005. Igama likamama wakshe nguPhumzile Toto Xaba, ubaba wakhe nguMlungisi Samson Ndawo. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uT.S.Sibisi kule nombolo: 033 3421229 amahhovisi aku-408 Prince Alfred Street, Pietermaritzburg.

• On behalf of the SAVF Social Services I would like to request to place a newspaper advertisement to locate the Biological mother of Skylar Kruger born on 14 March 2015.

The child’s biological mother’s name is Angelleque Stapelberg born on 11 May 1995. Any person with information to please contact the social worker Nomhle Mathinjwa at SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg on 033 342-1229.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.