Kuboshwa abangu-12

2017-10-04 06:03

ABASESHI base Mountain Rise babophe abasolwa abangu-12 ngoLwesithathu oledlule mhlaziyi 20 kuSepthemba phakathi kwezikhathi zika 5am kuya ku 1pm ngenkathi besebenzela endaweni yase Mountain Rise.

Okhulumela isiteshi sase Mountain Rise, uKaputeni Gay Ebrahim uthe abasolwa baboshelwe amacala ahlukahlukene okubalwa kuwona ukuphanga, ukuhlasela ngenhloso yokulimaza, ukugqekeza, ukudlwengula, ukucekela phansi impahla kanye nokutholakala nezidakamizwa.

Uthe abasolwa bagcinwe ngaphakathi ezitokisini kanti kulindeleke ukuthi bazovele enkantolo maduzane.

Umphathi siteshi wasemaphoyiseni ase Mountain Rise, u-Brigadier Boxer Pillay ushayele abaseshi ihlombe wababonga ngomsebenzi oncomekayo abawenzile ozoqikelele ukuthi umphakathi wase Mountain Rise uphephile.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.