Kufunwa izihlobo zosesibhedlela

2020-02-05 06:01

ISIBHEDLELA sase Edendale sicela ukufuniswa izihlobo noma abangaba nolwazi ekutheni kutholakale izihlobo zika Michael Mhlakwane oneminyaka elinganiselwa kwengama- 76. Wafika esibhedlela mhla zinga-20 kuMasingana(January) nabezimo eziphuthumayo, bemuthathe eRichmond eNdaleni.

Isibhedlela siyehluleka ukuthola imininingwane eqondile kuyena ngenxa yesimo sengqondo.

Sicela abanolwazi noma izihlobo ziphuthume esibhedlela noma zithinte lezinombolo ezilandelayo:

•033 395 4759 Nkk Samke Mncube

•033 395 4323: Mnu W Ngubane

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.