Kugcotshwe izikawoti eHlelingomuso Primary

2018-06-27 06:00
isithombe: lethiwe makhanyaEzinye izikawoti ezigcothswe ngokusemthethweni ngoLwesine olwedlule.

isithombe: lethiwe makhanyaEzinye izikawoti ezigcothswe ngokusemthethweni ngoLwesine olwedlule.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABAFUNDI abayizikawoti (scouts) basesikoleni iHlelingomuso Primary kanye nasePhilani Primary eMbali Unit 15 bagcotshwe ngokusemthethweni ngoLwesine olwedlule mhla ziyi-14 kuNhlangulana (June) esikoleni iHlelingomuso.

Laba bafundi abebengaphezu kwekhulu bebehlukaniswe izigaba ezimbili nokuyisigaba salabo abancane kanye nabadala.

Lo mcimbi ubuhanjelwe nayiNdonsa (umphathi wezikawoti) yaKwaZulu-Natal uDkt Dlamini oyale laba bafundi ngendlela ekumele baziphathe ngayo njengoba sebekhethe le ndlela.

Uthe njengoba sebenqume ukuba yizikawoti sekumele bazibheke zonke izinto abazenzayo.

“Njengoba nigcotshwa namhlanje [ngoLwesine] nithola nalamabheji eniwatholayo akhombisa ukuthi seningamavulandlela [scouts] asemthethweni esifundazweni saKwaZulu-Natal.

“Noma yilaphi enihamba khona senimele amavulandlela asesifundazweni saKwaZulu-Natal yingakho kubalulekile ukuziphatha kahle.

“Imithetho yakule ndlela ilula kakhulu ukuhlonipha, ukuzithanda ukusiza abantu kanye nokulalela uma nenze lokho nizokhula niyizingane ezinhle,” kubeka yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

Share your 67 minutes with animals in need this Mandela Day

With an abundance of activities to get involved in, why not lend a hand towards animals in need this Mandela day? Here are some ideas of how you can spend your 67 minutes...

 

Paws

Kevin Anderson’s dog is winning at Instagram!
Kim Kardashian-West buys fake testicles to boost her dog’s self-esteem
10 tips on exercising your dog
Our top picks for doggo post of the week
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.