Kugcotshwe umfundisi omusha ebandleni

2017-11-08 06:00
Isithombe: SithunyelweUmfundisi uDumisani Mazeka (kwesokunxele) nowakwakhe uNkk Mazeka kugcotshwa umfunidisi njengomholi omusha webandla.

Isithombe: SithunyelweUmfundisi uDumisani Mazeka (kwesokunxele) nowakwakhe uNkk Mazeka kugcotshwa umfunidisi njengomholi omusha webandla.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IBE yimpumelelo inkonzo yokugcotshwa kukababa uDumisani Philip Mazeka webandla le Apostolic Church Zulu Gate in Zion ebi banjelwe ekhaya lakhe emaQongqo ezibhananeni ngeSonto mhlaka 29 Okthoba.

Lenkonzo yokugcotshwa kukababa uMazeka ibingamelwe inhloko yebandla ubab’ u-Archbishop ZP Mkhize kanti ibi hlukaniswe yaba izigaba ezimbili.

Isigaba sokuqala singene ngo 9.30am ekuseni lapho bekwi yinkonzo lapho umholi ebikela umndeni ukuthi indodana yabo namhlanje bazoyigcoba njengo mfundisi, lokhu bakwenze ngenhloso yokuthi ngelinye ilanga kuzoba nomcimbi emndenini angabi khona undodana wabo ngoba eyosebenza umsebenzi we nkonzo, bekhuthazwa ukuthi mabe ngamboni babe nolwazi ukuthi usene sikhundla esimqoka ebandleni.

Umndeni usamkelile isicelo sokuthi kugcotshwe ilunga labo ibesi iqhubeka inkonzo lapho u-Archbishop esevula izwi u-Levitikusi isahluko sesishiyagalombili (8) ivesi lesi-12 elikhuluma ngokugcotshwa kwezi nceku zikaNkulunkulu.

U-Archbishop ubesenza nje ngoba lisho ivesi kanti emva kwalokho ibesiphethwa inkonzo yasendlini kwase kuphunywa sekuye etendeni lapho kuhlangene abazalwane bamahlelo ahlukene, kubese kuvulwa inkonzo yesibili engene ngo-11am ibe isivulwa inkonzo kwabesekuqala isigaba sesibili sokugcotshwa kukababa uMazeka lapho u-Archibishop ubese vula izwi encwadini u-Exodus isahluko 28 ivesi lesithathu (3) okhuluma ngoku mbatha ubese umbathiswa izimbatho zabe undisi.

U-Archbishop ubese elandela ngezwi lika Thimothewu isahluko sesithathu (3) amavesi asuka kwelokuqala (1) kuya kwelesikhombisa (7) lapho izwi elikade likhuluma ngokuthi umfundisi kumele aziphathe kanjani­ mayekulesi khundla nokuthi ikuphi okulindelekile kuyena njengomholi webandla.

U-Archbishop ubese eqhuba ngoku mluleka ngokuzithoba ngoba lendlela inzima ifuna umuntu oqinile ozohlala enkosini.

ngaphambi kokuthi iphethwe inkonzo umfundisi Dumisani Mazeka nomama wakwakhe umaMwelasi Mazeka babe sebexhawulwa ngemali baphiwa nezipho okubalwa ingubo zokulala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.