Kuhlelwe i-Faint Paint Run e-Grange

2018-07-18 06:01
Kwesokunxele uNks Sindiswa Zondi noSindiswa Hlophe abamema wonke umuntu ukuba abe ingxenye yalo mjaho.ISITHOMBE: sithunyelwe

Kwesokunxele uNks Sindiswa Zondi noSindiswa Hlophe abamema wonke umuntu ukuba abe ingxenye yalo mjaho.ISITHOMBE: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INTSHA yasebandleni i-House Of Glory elisendaweni yase-Grange ihlele umjaho njengenye yezindlela zokuthola izimali ezizolekelela isonto ziphinde zilekelele nekhaya lezintandane elikuyona lendawo elibizwa ngokuthi yi-SOS Chidren’s Village.

Lo mjaho ongajwayelekile obizwa ngokuthi yi-Faith Paint Run uzoba mhla zingama-21 kuNtulikazi (July).

Imali yokungenela u-R100 umuntu omdala kanti izingane ezingaphansi kweminyaka eyi-12 u-R50 umuntu ngamunye.

Lo mjaho uzobe ungama banga-ayi-8 (8km) kuya phansi.

Lo mjaho uzobe ungowokuqala wenzeka kuhloswe ngawo ukukhuthaza ukuphila ngendlela enempilo.

Ngokusho kukaNkz Sindiswa Hlophe ongomunye wabagqugquzeli balo mjaho, uthe nakuba bejwayele ukwenza imicimbi yokuthola izimali kulo nyaka banqume ukuthi abenze into eyehlukile.

Uthe: “Njengoba senza lo mjaho sifuna ukwamukela wonke umuntu kungagcini nje ngokuthi kube into yesonto ikakhulukazi ngoba enye ingxenye yemali iya ekhaya lezintandane.

“Silindele okungenani bantu abangama-500 abazoba yingenxenye yalo mjaho,” kubeka uNks Hlophe.

Amafomu okungenela lo mjaho ayatholakala e-Tourism Hub kanye nasemtapweni wolwazi i-Bessie Head Libra-ry.

Abangenelile bayanxuswa ukuba bafike namafomu ngosuku lo mjaho noma ngosuku olwandulela umjahonesiqinisekiso sokuthi bakhokhile ukuze bezokwazi ukuthola izinto zokugijima.

Uma uthanda ukwazi kabanzi ngomjaho i-Faith Paint Run shayela inombolo ethi: 079 433 1694.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.