Kuhlonishwe onompilo ngomsebenzi wabo

2018-12-26 06:00

INHLANGANO engenzi nzuzo Impumelelo Community Project and Pre-School ihloniphe onompilo nngokubagqokisa amajazi ngemuva kokuba beqede umsebenzi wokuthola ulwazi ngokuthi bangaki abantu abadinga ukunikezwa usizo kanye nolwazi ngomdlavuza.

Le nhlangano ezinze endaweni yase-Azalea inonompilo abalinganiselwa ku 38 abangaphansi kwayo kanti bonke banikela ngesikhathi sabo kanye namandla abo baqala ukusiza umphakathi.

Ngokusho kwasekela sihlalo wale nhlangano uMnuz Fanele Zondi uthe ngaphambi kokuba labo nompilo bahlonishwe baqale benza umsebenzi wokuthi bathole ulwazi lokuthi lungakakanani ulwazi abantu base-Azalea abanalo mayelana nomdlavuza ikakhulukazi umdlavuza wesibheletho.

“Bawenze kahle kakhulu lo msebenzi kanti into enkulu abayitholile ukuthi abantu abaningi abanalo ulwazi oluningi kanti abanye abazi ngohlelo lokuhlanza isinya. Kulo mcimbi wonompilo kube sekufundiswa amalunga omphakathi ngezinto abangazenza ukwenza isiqiniseko sokuthi banakekela imizimba yabo baphinde bahlolele nomdlavuza kusanesikhathi,” kubeka yena.

USihlalo wale nhlangano uNkk Ngcane Zondi uthe seloku iqalile le nhlangano babhekelele imindeni ethi ayibe ngama-200 endaweni yonke yase-Azalea. Uthe inkinga abasabhekene nayo ukuthi abalutholi uxhaso kanti kuyaye kube nzima njengenhlangano engenzi nzuzo njengoba kubuye kudingeke ukuthi bathengele imindeni ehlwempu ukudla.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 

Enter the examination number or search by province or school (NSC Students) to view results.

/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

QA Technical Tester

Cape Town Northern Suburbs
Hi-Tech Recruitment - Johannesburg

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.