Kulimale abangu-12 eCaluza

2017-10-11 06:02
Isithombe: sIthunyelweKulimale abantu abangu-12 engozini yetekisi nemoto eyenzeke eCaluza ngoMgqibelo ekuseni.

Isithombe: sIthunyelweKulimale abantu abangu-12 engozini yetekisi nemoto eyenzeke eCaluza ngoMgqibelo ekuseni.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KULIMALE abantu ababalelwa ku-12 ngenkathi kushayisana itekisi kanye nemoto encane endaweni yaseCaluza, eMgungundlovu, ngoMgqibelo ekuseni.

Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko ngabo 7.35am bathola umshayeli wemoto encane ebambeke ngaphakathi emotweni.

Okhulumela abosizo lokuqala bakwa ER24, u-Annine Siddall uthe umshayeli wemoto uhlengiwe emotweni kanti futhi kutholakale umgibeli wetekise elele phansi.

Uthe bonke abalimale kulengozi baphuthunyiswe esibhedlela. Uqhube wathi amaphoyisa aphenya ngembangela yengozi.

- Sithunyelwe

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.