Kumele ihlonishwe imisbenzi emihle

2017-10-25 06:01

Mhleli:

KWELAKHO elifika lapho singafiki khona ngithe ake ngithathe iphepha nepeni ngilobe umbono wami.

Kunetshe lesikhumbuzo eliseMbali e-Stage 2 eBhruwari eceleni kwenkundla yebhola likanobhutshuzwayo elinamagama abantu asebashona abamaqembu ezepolitiki okwakungabeqembu le-IFP nele-ANC.

Kubonakala ukuba mhlawumbe abantu bakithi sebekhohliwe ukuthi lakhiwelani. Kwaqala kwadumaza ukubona imibala yeqembu lezepolitiki esaphila ubaba uKhaba Mkhize okuwuyena owaqhamuka nombono wokuba lenziwe. Akazange azi luthi noma esengasekho kuyaqhubekwa liyalungiswa umndeni wakhe awazi lutho. Imindeni yabadlula emhlabeni, abaholi bamaqembu ababekhona nagalesisikhathi kuhlelwa konke. Okujabulisayo ukuthi ubaba uVelaphi we-IFP nobaba uSibusiso Ndebele we-ANC babekhona ujuba kuhlelwe okuningi futhi basaphila. Ngikholwa ukuba abazi lutho njengoba sekwenziwe kanjeya.

Umbono kababa uKhabamkhize wokuthi kuthiwe “abathandi bokuthula” awuhlonishwa nokuthi kwakwenze njani ngesikhathi owayengumngameli wokuqala wentando yeningi ubaba uNelson Mandela ephuma ejele eze la eMgungundlovu ephuma e-Lay Centre afika akhuluma waqeda waya khona eMbali ngesikhathi eqeda kwakushiswa izindlu, wakhala-mi izinyembezi kwabanomunyu.

Ngenelela masipala wethu eMsunduzi uxazulule kungonakali nibuze kobaba Ndela Ntshangase nobaba Mazwi, Msi, Mangu, baneluleke, ngakho konke.

BOTSOTAO MAHLABA

KwaPata

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.