Kumenywa zonke izintokazi ezithanda ukuba ngonobuhle

2018-01-31 06:00

INTABAYAMI Trading Enterprise okuyinkampani ehlela ozime baKwaZulu-Natal, mhlaka 3 uNhlolanja (February) izobe ihlunga izintokazi ezizongenela u-Miss KwaZulu-Natal 2018.

Lenhlolo khono izobanjelwa e-Besie Head Library khona lapha eMgungundlovu.

Koqalwa ngo-9 ekuseni, ziyacelwa izintokazi ukuba zibambe isikhathi ngoba ziningi izintokazi ezizwakala zimisele ukuba khona kulenhlolo khono.

Kulenhlolo khono kwamukeleke wonke umuntu ohlala e-KZN.

Kanti uzime odle umhlanganiso ngonyaka ophelile kube intokazi yakhona lapha eMgungundlovu igama layo uBusisiswa Mkhize.

Lozime obukeka ukhula ngesasa eliyisimanga uhlanganisa zonke izintokazi zaKwaZulu-Natal kanti uyafundisa ngenhlonipho kanye nokuba izintokazi ezisakhula zingazihlanganisi nezinto ezingalungile.

Amafinal azobanjelwa e-Golden Horse Casino mhlaka 8 kuZibandlela (December).

Abafisa ukungenela bangafonela uMnu. Mbuso Nyandu kulenombolo 079 616 0059.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.