Kunikelelwe ngomfaniswano eHlelingomuso

2019-05-01 06:00
ISITHOMBE: sithunyelweKungesikhathi kunikelwa ngomfaniswano kuibafundi eHlelingomuso Primary School ngesonto eledlule.

ISITHOMBE: sithunyelweKungesikhathi kunikelwa ngomfaniswano kuibafundi eHlelingomuso Primary School ngesonto eledlule.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABAFUNDI abali-15 basesikoleni samabanga aphansi iHlelingomuso Primary School eMbali Unit 15 bahlomule ngomfaniswano wesikole kanye nezicathulo.

Lo mfaniswano unikelwe uMnu Zwane ngoLwesithathu olwedlule mhla zili-17 kuMbasa (April).

Lokhu kuza ngemuva kokuba uMnu Zwane ecele isikole ukuba sikhethe abafundi abadinga usizo ngomfansiwano wesikole.

Ekhuluma ne-Echo uMnu Khumbulani Zwane wenkampani uMhlazane nayisebenzisa ukukhanda amakhabethe uthe ukujwayele vele ukuthi asize izingane zesikole. Uthe ubamba amatoho okufaka amakhabethe emizini yabantu.

“Ngikhule ngiwumuntu othandayo veke ukusiza abanye abantu kangangokuba bengithatha ngisho izingane ezingenabani ngizikhulise njengezingane zami zifunde zize ziqede isikole,” kubeka yena.

UMnu Zwane uthe kubalulekile ukuthi umuntu asize uma ngabe ebona ukuthi unawo amandla.

“Uma ngabe usiza abanye abantu izibusiso zibuya seziphindiwe kuwena. Ngiyabagqugquzela abantu ukuba basukuma balule isandla lapho bengasilula khona,” kuphetha yena.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.