Kuyaqonga ukushuba kombango wesicoco se-EFA

2018-01-17 06:00

UKUNQOBA kwamaqembu ahlukahlukene kulonyaka kwama junior angaphansi kwe Eden- dale Football Association (EFA) kwenze abathandi bebhola lezinyawo kuleli ukuba baqhubeke nokushaya umhlahlo ngokuthi yiliphi iqembu elizodla umhlanganiso kwi-EFA kule sizini evutha uphondo ku U13 no U15.

Ku U13 i-United FC igudluze i-Special XI esicongweni seligi kuvalwa unyaka kodwa Ama-khabal’daka angabuyela phe-
zulu uma ekwazile ukushaya
abazodlala nabo ngonyaka ozayo.

Imphumela yenze yashuba kakhulu kunakuqala umbango wesicoco seligi okukhona kuwo neCeltics neHeroes.

Yize kunjalo kodwa okuso- bala ukuthi ugingqigongqo usazoqhubeka kakhulu kulama ligi womabili yize kuqale lonyaka sekusele imidlalo emibalwa isongwe isizini emaqenjini amaningi.

Njengamanje iqembu laseDambuza liqhwakele ku-log ngamaphuzu angu 23, lokhu okulibeka emathubeni angcono okuhlala kule ndawo uma kuwukuthi izimbangi zalo ziyaqhuzuka emidlalweni yabo.

Kubukeka kuyofika usuku lwemidlalo yokugcina yeligi, kungacacile ukuthi lezizicoco zihamba nobani, njengoba asemaningi amaqembu akhona kulo mbango.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.