Kuzoba nomcimbi wentsha eMpophomeni

2019-04-03 06:01

INHLANGANO iZithande Nkazimulo ngokuhlanganyela noPimpdlozi Khambulo bazokwethula umcimbi wentsha endaweni yaseMpophomeni ngeSonto mhla zingama-31 kuMbasa (March).

Lo mcimbi ozobe wenzeka okokuqala ngqa wethiwe ngokuthi i-Sunday Chillas kanti uzobe useMpophomeni eduze kwaseMidmar View.

Lo mcimbi uzoqala ngehora leshumi nambili emini (12pm) kuze kube isebusuku. Imali yokungena u-R50 kanti uma uzofika ne-coolerbox u-R50.

Ngokusho komunye wabagqugquzeli wabo uMnu Pimpdlozi Khambule uthe inhloso yalomcimbi ukuthi kuhlanganiswe intsha ndawonye yenze izinto ezilungile kunokuthi ihambe izindawo ezingalungile igcine isizifaka enkingeni .

“Lo mcimbi akuwona nje umcimbi wobumnandi kuphela kodwa intsha izothola ithuba lokuba ifundiswe ngezinto ezahlukene eziphathelene nempilo iphinde ixwayiswe ngobungozi bokusebenzisa izidakamizwa. Bazophinde bathole nethuba lokuba bathokozele umculo omnandi,” kubeka yena.

Uthe lomcimbi uzoqhubeka njengoba bezowenza njalo ngenyanga. Ukungena kulomcimbi

Ngeminye imininingwane ungaxhumana no Pimdlozi enombolweni ethi : 076 674 5458 okanye uNkazimulo enombolweni ethi : 073 298 2078.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.