Kuzocaca ompetha kowama-EFA Awards 2018

2018-10-17 06:01

KUYOPHELA usuku lwangeSonto mhlaka-14 October abalandeli bezemidlalo kanobhutshuzwayo e-Edendale sebazi ukuthi obani abahlabene emcimbini waminyaka yonke wokuklomelisa ngezindondo amaqembu abavelele kwisizini yama-EFA Awards 2018.

Umcimbi wakulo nyaka kuzokube sekungokwesi-12 wenzeka kanti uzoba e-Caluza Stadium, eEdendale.

Amasango azovulwa ngehora lesi-8 ekuseni (8am).

Kunxuswa abangakwazi ukwelula usandla ngama-medals kanye nama-trophy ukwenza lomcimbi ube yimpumelelo baxhumane no Senele Vilakazi enombolweni ethi : 079 4794 490.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.