Kwethulwe efundisa ngolimi lwesiZulu

2017-10-18 06:02
Isithombe: Sakhile LomboKusukela kwesokunxele, uSolwazi wolimi lwesiZulu, uDokotela Ndlovu, umbhali uMnu. Hlongwane, osebenzela umtapo wolwazi uNksz Brim kanye noMphathi wohlelo ngelanga lokwethulwa kwencwadi uMnu. Mkhize.

Isithombe: Sakhile LomboKusukela kwesokunxele, uSolwazi wolimi lwesiZulu, uDokotela Ndlovu, umbhali uMnu. Hlongwane, osebenzela umtapo wolwazi uNksz Brim kanye noMphathi wohlelo ngelanga lokwethulwa kwencwadi uMnu. Mkhize.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KWETHULWE incwadi yababhali bezincwadi esebemnkantshubombu kwezokubhala uMnu. K. E Hlongwane noMnu. M.M. Ntombela ngoLwesine oledlule mhlaziyi 28 kuSepthemba kumtapo wolwazi waseMgungundlovu i-Bessie Head.

Isihloko sencwadi sithi “Khulumani Kahle Isizulu” kanti abayibhalile bathe lencwadi ifundisa kakhulu ngohlelo lolimi lwesiZulu okubonakala sengathi luya ngokuya luyachitheka noma luyashabalala kwindlu yabantu abamnyama.

Incwadi iyatholaka mathupha kuMnu. K. E Hlongwane kwinombolo ethi 081 464 3143.

- Sithunyelwe

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.