Liqhakazile ikusasa lezebhola e-Edendale

2018-01-31 06:01

ABAFANA base Edendale abekade besemidlalweni wokuvula isiwombe sesibili se-season babukeka benekusasa eliqhakazile ebholeni likanobhutshuzwayo.

“Ngibatshelile ukuthi banethalente lokudlala ezingeni elikhokhelayo,” kusho uSifiso “Khura” Nyanisa ongumakade ebona kwezikanobhutshuzwayo e-Edendale.

Ikusasa lalaba badlali kule league ye-EFA lizohlala obala ezinyangeni ezimbalwa ezizayo ngesikhathi kuzoqokwa amaqembu nabadlali abaphumelele ekupheleni kwemidlalo.

Abathandi nabalandeli bebhola bazophinde bethole ithuba lokujabulela ukubona amaqembu awo edlala emva kwekhefu likaKhisimusi.

Kazi iyozala nkomoni kweze Edendale Football Association kuMasingana (January). Lukhulu luyeza luyanyelela kulempelasonto njengoba amaqembu ebhola likanobhutshuzwayo azophinde atholane phezulu, kuzoguga utshani.

Nakuleli imidlalo yesigaba esincane ibuyile njengoba imidlalo isiyonke kulempelasonto ime kanje:

Wadley - ngoMqibelo

Mnyandu vs Y. Movers - 8.30am

Juventus vs OK Mata - 9.45am

Legends vs 4 Aces - 11am

SAB ngo 12.15pm.

ABC Motsepe ngo 2pm

Benfica vd Y. City - 4.30pm

Taylors vs Ayoba - 5.45pm

Wadley - ngeSonto

Juventus vs Legends - 8.30am

Heroes vs Machibisa - 9.45am

Super League ngo 11am

Y. Movers vs Nombulula - 12.45pm

Smero vs G. Pirates - 2pm

Celtics vs M. Panthers - 3.15pm

Special XI vs 4 Aces - 4.30pm

Reunion vs OK Mata - 5.45pm

IZAZISO

Amaqembu sicela agcine isikhathi.

Abafisa ukuba onondweba (referees) ngaphansi kweEFA sicela baxhumane noSanele Vilakazi ku 079 479 4490 noma beze emhlanganweni ozokuba ngoLwesihlanu ngo-5 ntambama ezinkundleni zebhola zase Wadley.

Xhumana nentatheli ngezemidlalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.