Lonozinti ungumholi woqobo

2018-06-20 06:01
UMoneeb Josephs osethengwe Amazulu.PHOTO: sourced

UMoneeb Josephs osethengwe Amazulu.PHOTO: sourced

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUNGENZEKA iningi labalandeli bebhola beselicabanga ukuthi ikusasa likanozinti wodumo nowumakade ayebona uMoeneeb Josephs beseliphelile.

Ukuza kuka Josephs eThekwini nokuthengwa AmaZulu kuchaza lukhulu ngalonozinti.

Okunye okufike kusho okuningi ngalesikhokho sikanozinti ukuthola ukuthi akulona kuphela Usuthu olukade lumfuna kodwa mathathu akade emgaqele. Amathimu afana no Cape Town City, Ajax Cape Town kanye ne SuperSport United abanye abakade bezama inhlanhla kuye.

Nokho ukukhetha kwakhe ukuqoma uSuthu kune wubuhlakani kuka Josephs ngoba mhlawumbe ukube ubeke waya kwenye ithimu ubengabangiswa ijezi.

Iqembu lika Josephs elidala iBidvest Wits selikuqinisekile ukuthi unozinto wabo omdala usejoyine iqembu laseThekwini. Ukujoyina kwalonozinti oSuthwini kusho lukhulu kulekilabhu futhi uzosiza kakhulu ngoba phela akezi nethalente kuphela kodwa isipiliyoni sakhe sizokwakha abaningi kanti neqembu uzolibeka kwelinye izinga. Futhi-ke uJosephs uyaziwa ngendlela akhuluma ngayo uma esemapalini kanti uba wusizo olukhulu kubadlali basemuva nabaphambi kwakhe.

Emasontshweni ambalwa edlule uJosephs uhlanganise iminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili (38), kanti lokho akuchazi lutho kodwa ulwazi olunzulu ngepali nangebhola laseMzansi.

Umqeqeshi woSuthu uCavin Johnson uthi ukufika kuka Josephs, odume ngekati eliwumaqwe (Slim Kat) eqenjini lakhe kuzosiza kakhulu futhi uyakuncoma. UJohnson uthi iningi labantu abazi ukuthi lonozinti akekho nje mnkantsha bomvu kodwa ubuye abe wumholi uma sekudlalwa.

“Uma sekunzima nomdlalo ushisa bhe, uJosephs uyakwazi ukupholisa ozakwabo nokubanika amacebo.

Okunye engikuthandayo ngaye ukuthi uyakwazi ukuhlela izinto emuva,”kusho lolqeqeshi.

UJosephs umakade ayebona ngempela, Waqala ukudlala kwiCape Town Spurs esefadalala eneminyaka eyishumi nesikhombisa (17) ngo 1997. Wasuka lapho waya kwiAjax Cape Towns Nalapho akhulela khona wahlala iminyaka eyisikhombiza ngaphambi kokuza eJozi (eGoli)nalapho ajoyina khona iBidvest Wits. Emva kokodlalisa kweqhawe kwiWits Wagcina esetshontshwe yiOrlando Pirates amasizini ambalwa kodwa wabuye wabuyela emndenini wakhe omdala, kwiWits.

“EMilpark, nalapho kuyisizinda nekhaya leBidvest Wits kumnandi kakhulu futhi kufana nasekhaya.

Kahle kahle ambalwa amaqembu afana neWits eMzansi wonke, leliqembu lifana nomndeni omncane kodwa ojabulile, nobumbene kanye nonakekela wonke amalungu omndeni,” kusho uJosephs.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/World
 

Kim Kardashian-West buys fake testicles to boost her dog’s self-esteem

Kim Kardashian is known for her over-the-top lifestyle and crazy spending habits. This may be a little extreme though…

 

Paws

10 tips on exercising your dog
Our top picks for doggo post of the week
Meet the unstoppable two-legged cat taking over the interwebs!
10 foods you should NEVER feed your dog!
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.