Mhleli, kwakhala nyonini ekhemisi yomtholampilo waseMbalenhle.

2017-11-29 06:02

MAYE ngomtholampilo waseMbalenhle saze savelelwa indlela okusetshenzwa ngayo ikakhulu thina esinezingane ezikhubazekile.

Mhleli, side isikhathi okumele usilinde uhamba nengane egula ngekhanda, kukodwa usalinde udokotela noma ungazile ukuzobona udokotela kodwa kumele ulinde ukubhalelwa amaphilisi.

Umbuzo wami uthi, osuke ewabhala amaphilisi usuke engawabhali ngani kunesikhathi?

Mina ngifike ngikhiphe i-fayili ngiye ekhemisi kodwa ngifike ngilinde khona. Iyasihlukumeza lento uhlale emtholampilo usuku lonke kwakhona lapho kulelokhemisi ikwasihogo, yeyi, bayadlalangathi abantu masebethole umsebenzi, yeyi, kunzima mhleli.

Uhlale amanye amahora kuthiwe awekho amaphilisi. Uhlala kanjani nomuntu ogula ngekhanda engenemaphilisi? Maye ngeMbalenhle, bezoke bacule baculele abaphathi babo eyethu ayingenwa kumele silinde ayi ngeke mphathi walelikhemisi khona okusamele akulungise mhlampe abakutsheli konakele sisizeni bo yelekelelani akumnandi nhlobo.

Obhalile, ilungu lomphakathi elikhathazekile.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.