Ngifuna iwazi kahle uMzansi iMauritania - Mashaba

2016-09-07 06:00

NOMA abalandeli baseMzansi sebevele bayazi ukuthi ukudlala umdlalo wokuhlungela abaya kwi2017 Africa Cup of Nations neMauritania ngoLwesihlanu ngo 7 ntambama eMbombela Stadium, akusachazi lutho, kodwa umqeqeshi weBafana Bafana uEphraim “Shakes”Mashaba uthi yena usenelukuluku elingamlalisi.

UMashaba uthe lelizwe laseMauritania kufuneka lazi kahle ukuthi layidla ngenhlanhla iSouth Africa, yingakho nje kufuneka bafundiswe isifundo.

“Vele ngiyazi ukuthi abalandeli bebhola baseMzansi sebevele bashilo ukuthi lomdlalo awubalulekile ngoba vele sesahluleka ukuya kwi2017 ACN ezobanjelwa eGabon.

Nami ngiyavuma, kwacaca ukuthi asiyi eGabon ngoJanuwari emva kokuhlulwa yibona labafo ngo 3-1, kodwa mina ngisafuna ukubabona sibadlile ukuze basazi ukuthi singobani. Mina ngokwami ngithi basidla ngenhlanhla nje.

Kulomdlalo wethu wokugcina ngifina ukubafundisa isifundo abangeke basikhohlwe,” kusho uMashaba.

IBafana Bafana izothi iqeda ukudlala neMauritania bese ibhekana ne-Egypt kwiNelson Mandela Challenge ngoLwesibili e-Orlando Stadium.

Uma sekudlalwa namaGibhithe uMashaba uthi uzobe esebenzisa kakhulu abafana abakha iqembu elaya eRio kumaOlympics ukuze phela baqale ukulungiselela izinhlelo zikaVision 2020 eyathulwa nguSafa ngonyaka odlule.

“Iqiniso lithi kufanele siqale manje ukusebenzisa abafana abancane okumanje badlala ku-U/23. Kufanele sazi noma siqonde ukuthi inkunzi iyohlala isematholeni.

“Abafana bethu bayikusasa lethu, yingakho kuwumqondo ophusile ukuqala manje ukubafaka esikimini esikhulu, lesi phela esisibiza ngeBafana Bafana­.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.