OwaKwaMpumuza uqophe i-music video

2018-08-08 06:01
ISITHOMBE : sithunyelweULandiswa Mthembu owaziwa ngelika ‘T-six’.

ISITHOMBE : sithunyelweULandiswa Mthembu owaziwa ngelika ‘T-six’.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI we-hip hop wasendaweni yaseShayamoya KwaMpumuza uzoqopha i-music video yeculo elisihloko esithi Loluthando asanda kulikhipha ngenyanga kaNtulikazi (July).

ULandiswa Mthembu owaziwa ngo ‘T-six’ uthe uqophe i-music video yakhe ngesonto eledlule e-Westville ngaseThekwini.

Uthe ujabule kakhulu ngalo msebenzi wakhe futhi unethemba lokuthi abalandeli bakhe bazowujabulela uma usufinyelela kubona.

Ekhuluma ne-Echo uMthembu uthe wakhula ewuthanda umculo we-hip hop nokuyikona okwamenza ukuthi agcine esengene endimeni yawo.

“Ngaqala ukubhala izingoma zami ze-hip hop ngisafunda isikoleni ngoba ngangiyithanda. Abantu engisondelene nabo babe sebengitshela ukuthi nginethalente kumele ngiqhubeke. Kusuka lapho ke angibange ngisayeka ngaqala ngaya e-studio ngaqopha izingoma zami ngonyaka wezi- 2010,” kubeka yena.

UMthembu uthe umculo wakhe akusiwona nje owokujabulisa abantu kuphela kodwa uhlose ngawo ukufundisa aphinde aqwashise intsha.

“Ngicula ngezinto eziningi kubakwa izimo zempilo ezinzima esengidlule kuzona noma abantu abasondelene nami nengibaziyo asebedlule kuzona. Lena ngenye indlela yokukhombisa abantu ukuthi ngisho kungathiwa kwenzekani akukho okungadluli uma nje uzimisele uzazi futhi ukuthi ufunani empilweni,” kubeka yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.