Owase-Sweetwaters nama-battery azosiza umphakathi

2018-07-11 06:00
ISITHOMBE: sithunyelweElinye lama-battery enziwe uMnu Andile Hlongwa nokwazi ukuthi uwasebenzise iminyaka emibili engapheli.

ISITHOMBE: sithunyelweElinye lama-battery enziwe uMnu Andile Hlongwa nokwazi ukuthi uwasebenzise iminyaka emibili engapheli.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

OWESILISA wase-Sweetwaters usesungule uhlobo lwama-battery olusha naluchaza njengoluzosiza umphakathi ukuthi ungaloku uthenga njalo ama-battery.

UMnu Andile Hlongwa (31) nosebenza kwabezimo eziphuthumayo uthe kumthathe iminyaka emibili egcwele ukuthi aze abe nesiqiniseko sokuthi lolu hlobo olusha lwama-battery lusebenze. Uthe lo mcabango wamufikela ezihlalele, wacabanga ukuthi yini angayenza engaletha ushintsho emphakathini ehlukile.

“Ngingumuntu othandayo vele ukusebenzisa izandla zami ukwenza izinto kodwa bengiqala ukuthi ngenze into efana nalena. Lokhu ngikuthatha njengesiphiwo kanti futhi ngizimisele ukuqhubeka ngisisebenzise. Lolu hlobo lwama-battery olusha ngilwenze ngendlela yokuthi kube yinto ozokwazi ukuyisebenzisa ingunaphakade ungaloku ushintsha njalo ama-battery. Uyalishaja njengoba usuke wenza kumakhalekhukhwini wakho kanti lizokuthatha iminyaka emibili yonke ngaphambi kokuthi liphele.

“Iphupho lami ukuthi le nto engiyenzile igcine iphasisiwe ngoba ngiyakholelwa ekutheni ingasiza abantu abaningi. La ma-battery uyakwazi ngisho ukuwasebenzisa kumathoyizi ezingane. Ekhaya nje sesisebenzisa elinye lala ma-battery ukucisha kanye nokuvula umabonakude,” kubeka yena.

Uqhube wathi uzimisele ngokwenza noma yini ukufezekisa iphupho lakhe kangangokuba ufuna ukuya nasenkampanini yakwa-DSTV ngenhloso yokuyikhombisa asekwenzile.

“Lokhu kusayisiqalo kuningi engifuna ukukwenza ngoba futhi sengibonile ukuthi nginekhono. Ngiyakholelwa ukuthi izinto eziningi engizozenza zizoshintsha izimpilo zabantu ukuthi zibe ngcono kakhulu nokuyinhloso yami vele

“Zikhona izinkampani esengizihambelile ngizikhombisa ngalokhu esengikwenzile kanti ziwujabulele kakhulu umsebenzi wami,” ephetha.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.