OwaseMphithi ne-albhamu entsha

2016-12-21 06:01
 PHOTO:supplied Joel Zuma

PHOTO:supplied Joel Zuma

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UJOEL Zuma ongumculi, umlingisi kanye nomethuli wezinhlelo kumabonakude wenza ezibukwayo endimeni yezomculo.

UJoel ungowokuzalwa eMpendle kodwa wakhulela kwaMpumuza eMgungundlovu, wafunda wagogoda kwizifundo zeshashalazi eNatal Technikon esiyaziwa ngeDurban University of Technology kanti kumanje uzinze eGoli lapho elandela khona amadlelo aluhlaza.

“Abantu bazongikhumbula kakhulu ngecwecwe lami lokuqala elalithi When the time is right elalinama noni afana Liyajika, Njengawe nelinye elithi Ngimtholile neyaduma kakhulu. Mumva nje ngimatasa ngipheka icwecwe elisha elisihloko sithi The Essence of Love eseliya ngasekupheleni. Nginengoma ephume ekuqaleni kwalenyanga ethi Owami lengoma ikhuluma ngowesilisa osephumelele empilweni,kepha oswele uthando kuyimanje iyezwakala emisakazweni emi ningi. Leli cwecwe elizophuma ngoNhlolanja okuyinyanga yothando futhi nalo lizobe ligcwele amanoni othando nesigqi se Afro-Soul esithakwe nezokholo,” kuchaza uJoel.

UJoel ongomunye babaculi abazonandisa emcimbi waminyaka yonke uMgungundlovu Midmar Dam festival uthe abathandi bomculo bazobhema bakholwe.

“Abantu basekhaya KwaZulu-Natal abangilindele eMidmar Dam, lapho ngizobe nginandisa khona kwiMidmar Music Festival. Ngizobe ngiqhulula amanoni ami akwicwecwe lami elisha nebhendi bukhoma.”

Ecebisa intsha enesifiso sokungena kulendima yezikaqeda isizungu lomculi uthe kufanele ifunde kuqala.

“Engifuna ukucebisa ngakho intsha efuna ukungena ebhonini yezomculo, ukuthi udumo lufika ludlule ngakhoke imfundo ibalulekile. Ungayeki isikole ugijimele udumo, ubude abuphangwa”, kusonga uJoel.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.