Owe-Afro House ukhiphe ingoma entsha

2019-06-26 06:03
UNkanyiso Mkhize osanda kukhipha ingoma yakhe entsha.ISITHOMBE: sITHUNYELWE

UNkanyiso Mkhize osanda kukhipha ingoma yakhe entsha.ISITHOMBE: sITHUNYELWE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI we-Afro House uMnu Nkanyiso Mkhize uthi uzimisele ngokukhula endimeni yezomculo.

UMnu Mkhize usanda kukhipha ingoma yakhe entsha esihloko sithi Wamuhle nalapho ehambisana khona noSboniso Mbutho nowaziwa ngo Sbo da Poet.

Ekhuluma ne-Echo uthe inhloso yakhe enkulu ngalengoma ingoba ukufa ukudlulisa umyalezo oqinile ngezindaba zothando aphinde agqugquzele labo abasebudlelwaneni bezothando ukuthi baqhubeke baphathane kahle.

“Into engigqugquzele kakhulu ukuthi ngifuna ukuthi ngibhale lengoma ukuthi ngibonile ukuthi izingoma zamanje eziningi zomdanso azisenawo umyalezo kodwa sekungezokuthi abantu badanse nje kuphela.

“Ngifuna ukuthi abantu bethi bedansa bejabula kodwa kube kukhona abakufundayo emculweni wami bangagcini nje ngokudansa kuphela,” kubeka yena.

UMnu Mkhize uthe waqala ukucula ngonyaka wezi-2010 kanti namanje usazimisele ukukhula endimeni yezomculo.

“Ngesikhathi ngiqala ukucula ngaqala ngicula uhlobo lomculo wokholo kodwa ngoba bengifuna ukukhula nanokuthi bengiyithanda i-Afro House ngagcina sengicula yona ke,” kubeka yena.

Uphinde waveza ukuthi baqokwe nasemcimbini wezindondo ama-SAGA Awards emkhakheni we-Remix of the Year nalapho behambisana khona nomculi kamaskandi uThokozani Langa.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.