Owegqomu nengoma entsha

2018-11-14 06:02
Sinethemba Sibisi.ISITHOMBE: sithunyelwe

Sinethemba Sibisi.ISITHOMBE: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI wegqomu nophinde abe ngumdidiyeli wezingoma aphinde ngumbhali wazo uSinethemba Sibisi nowaziwa ngo ‘Mreyza Harris’ emculweni ukhiphe ingoma yakhe entsha esihloko sithi ‘eThekwini’ kanti uthi uzimisele ukuhambela sonke isifundazwe saKwaZulu-Natal ekhulisa le ngoma.

USibisi (25) ongowokuzalwa KwaMashu kodwa ozinze kakhulu eMgungundlovu ngenxa yomculo uthe kungokokuqala ukuba akhiphe ingoba yakhe yedwa bengelona iqembu seloku aqala ukukhipha umculo ngonyaka wezi-2013.

Ekhuluma ne-Echo uthe ujabulile ukuthi naye agcine esekwazi ukukhipha ingoma yakhe nalapho epike khona uMadanon.

“Kumanje ngimatasatasa ngilungisela umcimbi woku yethula ngokusemthethweni le ngoma kati futhi bengifuna ube ngesikhathi sikaZibandlela (December). Ngifuna ukuhambela wonke amadolobha akhona esifundazweni saKwaZulu-Natal ngikhulisa le ngoma ukuze abantu bezoyithanda ngoba ngizimisele ngokuthi ngikhiphe i-album yami yokuqala ngonyaka ozayo wezi-2019. Ukuze kodwa konke loko kuphumelela kumele ngenze isiqiniseko sokuthi abantu bayawuthanda umculo wami ingako kubalulekile ukuthi ngibahambele.Ngifuna ukuphinde ngikhiphe nama- music video amabili futhi ngawo unyako ozayo ukujabulisa abalandeli bami,” kubeka yena.

USibisi uthe waqala ukubona ithalente lakhe loku bhala kanye nokucula ngesikhathi esasesikoleni betshelwe ukuthi kumele benze into ewubuciko kwezinye zezifundo.

“Ngangingazi ukuthi ngozkwenzani ngizoqalaphi ngoba ngangikwazi ngisho ukudweba loku. Ilapho ke ngavele nganquma ukuthi ngizibhalele ingoma yami bese ngicula yona. Ngamangala kakhulu ngoba ngavele nagthola wonke amamaki nokuyilapho engabona khona ukuthi kusho ukuthi ngionalo ithalente lokubhala izingoma ngicule futhi. Kusukela lapho angibange ngisabheka emuva kuze kube imanje.

“Ngakhetha ukuchula umculo weGqomu iyona into ekade yaziwa kakhulu lapho ngikhulele khona kwazise ngikhulele elokishini. Ingako ngakhetha into engizokwazi ukuthi mangiyiqala ithandwe abantu ikakhulukazi lapho ngisuka khona ngoba ibona abaqala ukungeseka.”

USibisi usesebenze nabaculi abaningi abaziwayo okubalwa kubona Vetkuk and Mahoota kwi-album yabo ya-2018, Busiswa, Lady Zamar kanye nabanye.

Ingoma yakhe isiyatholakala kuma-iTunes kanye naku-MTN Callertunes.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.