Sekumi ngomumo ngowe-Model with Purpose

2018-04-04 06:02
Abanye ozime abazobe bebanga isicoco se-Model with Purpose.PHOTO: sithunyelwe

Abanye ozime abazobe bebanga isicoco se-Model with Purpose.PHOTO: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IZINTOKAZI zaseMgungundlovu ezingama-21 zizolwela isicoco sika zime i-Model with Purpose emtapweni wolwazi i-Bessie Head Library mhla ziyi-7 kuMbasa (April) ngo-10 ekuseni.

Lo zime uhlelwe iMfundo Sibisi Modelling Agency SA uzobe wenzeka okokuqala ngqa kulo nyaka.

Ukungena kulo mcimbi u-R20 umuntu ngamunye kanti amathikithi azobe etholakala emnyango ngosuku lo mcimbi.

Ngokusho komqondisi walo zime uMnuz Mfundo Sibisi uthe inhloso yalo zime ukufundisa ozime abasakhula ukuziphatha baphinde bafundiswe ngezinto ezenzekayo endimeni yozime.

Uthe: “Ngaphandle kwalokho sifuna ukufundisa nomphakathi waseMgungundlovu ukuthi labo zime abagcini ngokufaka izicathulo eziphakeme kuphela baswenke, kodwa kuneqhaza abalibambayo emphakathini uma sebethole isicoco. Abantu abazowina kulo zime sizosebenzisana nabo ekusizeni imiphakathi eyehlukene lapha eMgungundlovu. Lena enye yezindlela esifuna ukubuyisela ngayo emphakathini.

“Sifuna babe izibonele ezinganeni ezincane ezisakhula ezifuna ukuba ngozime.

Sifuna zazi ukuthi uma beqala ukungena kwezozime bazi ukuthi abazugcina ngokufaka izicathulo eziphakeme kuphela kodwa bazi ukuthi kuzomele balekelele umphakathi,” kubeka yena.

Uqhube wathi ngaphandle kokuthi labo zime babe usizo emphakathi bafuna ukulekelela labo abafuna ukuthatha ukuba uzime njengekusasa labo.

“Sifuna baphumelele ekwenzeni lento sifuna baqala besabancane ukuze bezokhula nayo lento bazi nokuthi kulindelekeni kubona nokuthi kumele baziphathe kanjani.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.