Sekuvuliwe ukubhalisela i-Elandskop Freedom Day Fun Run

2019-03-06 06:03

UYABUYA futhi nakulonyaka umjaho waminyaka yonke obizwa ngokuthi i-Elandskop Freedom Fun Day.

Lo mjaho nozobe wenzeka okwesine kulonyaka uzoba mhla zingama-27 kuMbasa (April) e-Elandskop.Ngokusho komhleli walo mjaho uMnu Zazi Nxele inhloso yalo mjaho ukugubha usuku lwenkululeko baphinde bakhuthaze abantu ngokubaluleka kokuzivocavoca.

“Lo mjaho uvulelekile kuwona wonke umuntu awukhethile futhi ukuthi uhlala kweyiphi indawo.Ukungenelwa kwawo kumahhala ngoba sifuna ukuthi wonke umuntu ofuna ukungena akwazi ngaphandle kwezinkinga.Sifuna ukuthi abantu bakwazi ukuthi bagubhe lolu suku olubaluleke kangaka ndawonye siphinde futhi sibakhuthaze ngokubaluleka kokuzivocavoca.

“Okujabulisa kakhulu ukuthi kulonyaka kuzobe kukhona nabagijimi abagijima imijaho emikhulu nesicabanga ukuthi loko kuzosisa kakhulu ekukhuthazeni abantu basemiphakathini yethu ukuba bazibandakanye nemijaho efana nalena,” kubeka yena.

Lo mjaho uzobe uqukethe ibanga lika-5km kanye no-10km.Uma ngabe ufuna ukungenela ungathumela igama lakho, isibongo, iminyaka kanye nendawo ahlala kuyona ngomqhafazo okanye nge-WhatsApp enombolweni ethi : 072 150 0858.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.