Sibumba i-Edendale ngezika nobhutshuzwayo

2017-12-13 06:01

KUSEMLANDWENI ukuthi ezemidlalo zabamba elikhulu iqhaza ukubumba isizwe sakithi. Uma sifunda umlando sithola ukuthi abaholi bethu bangabadlali bebhola abanye babeshaya isibhakela abanye begijima. Leyo midlalo iyona eyabagcina besesimweni sempilo enhle kanye nokubahlanganisa njengabantu ababeqhamuka ezindaweni ezehlukene. Ziningi izigulo ezikhona emiphakathini yethu efaka phakathi ukusetshenziswa kwezidakamizwa, ukusetshenziswa kophuzo oludakayo ngendlela eyeqile, ukukhulelwa kwentsha, ukuzimbandakanya ocansini olungaphephile nokunye okuningi. Ezemidlalo ziba ikhambi elelapha lezigulo. Abantu baseEdendale namaphethelo bayaziwa ngokuzifela ngebhola likanobhutshuzwayo njengoba linamandla okuhlanganisa zonke izinhlanga. Yingakho siyi - Edendale Football Association sizama ukuthuthukisa ezikanobhutshuzwayo e-Edendale namaphethelo. Kuwona lowo moya wokuthuthukisa ezemidlalo, imidlalo yangempelasonto imi kanjena:

NgoMgqibelo - Wadley

9.45am Young Movers vs 4 Aces

11am Ayoba vs Legends

12.15pm Special XI v Mnyandu

1.30pm Celtics vs Smero

2.45pm Nombulula vs Y City

4.30pm Reunion vs Georgetown Pirates

NgeSonto – Wadley

9.45am Machibisa Fast XI vs 4 Aces

11am Super League

12.50pm Legends vs OK Mata

2.05pm Taylors Masters vs Young Movers

3.20pm SAB

Izaziso:

Amaqembu sicela agcine isikhathi.

Amaqembu ayaziswa ukuthi lena imidlalo yokugcina kulonyaka ka-2017. Imidlalo iyoze iqhubeke ngempelasonto yomhlaka 20 no 21 January 2018 (ngonyaka ozayo).

I-Edendale Football Association inifisela uKhisimusi omuhle nonyaka omusha onempumelelo nentokozo. Sinithanda nonke, sinibonga nonke. Abafisa ukuba onondweba (referees) ngaphansi kweEFA sicela baxhumane noSanele Vilakazi 079 479 4490 noma beze emhlanganweni ozokuba ngoLwesihlanu ngo-5 ntambama.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

Keep your family and pets safe from rabies

The recent outbreak of rabies in South Africa has brought to light how terrible this disease is and how as pet parents we need to be vigilant to keep our families safe.

 

Paws

5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.