Sihlukunyezwa abamatekisi eMbali

2017-03-08 06:00

KWELAKHO elingashayi eceleni ngithi angizwakalise ukuhlukumezeka kwami la ematekisini aya eMbali. Njengomphakathi wase Tehuis nabanye abehla endleleni ave sihlukumezeka uma sigibela izithuthi zomphakathi.

Angiqale nje la usagibela erenki … bavele basihlise ematekisini sesihleli basitshele ukuthi bazohamba ngesiSlangpruit ngakho ke ngeke basithathe, kodwa okudidayo ekuseni mebesashoda ngabantu baze bangene ngaphakathi eTehuis besincenga ukuthi asigibele kubona, kahle kahle siyasetsheziswa la.

Uma kwenzekile bakuthatha badlula nawe ngenkani bayodiliva ko Unit 15, Phase 4 or 13 bazebakwehlise sebebuya.

Okunye futhi okwenzekile nje kumasonto amabili edlule bathathe ugogo ephethe impahla erenki yaseMbali washo kahle ukuthi uzowehla erenki yaseMpendle bavuma.

Kuthe nje sekungaphakathi nedolobha wathi umshayeli obengcolile yena akasayi erenki eMpendle ngoba kunesiminyaminya bamehlisa le ezansi nezimpahla bangabe besamubuyisela nemali yakhe.

Angive ngihlukumezekile ngoba ngisale ngazibuza ukuthi uzoya ngani manje umuntu omdala erenki njengoba bengasambuyiseli nemali nje.

Kodwa ke kuko konke obekwenzeka bengiwathatha amanumber plate amataxi ngithi ngiya korank manager bangishaye indiva nabo.

Bengicela ke okungenani sibe nenumber yososeshini esingabafonela uma sihlukumezeka mekukuthi nabo ngeke bacheme nabashayeli bamatekisi. Ngiyabonga

UMGIBELI OKHATHAZEKILE Tehuis

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

6 myths about male cancer

It is important to be aware of the most prevalent cancer diseases amongst men in our country.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.