Siyenyuka isibalo sabane Covid-19

2020-04-08 06:03
ISITHOMBE: lethiwe makhanyaUSister Sbahle Majoro Msali efake izinto zokuzivikela ekutholeni igciwane iCovid-19 esesibhedlela iSt Anne’s

ISITHOMBE: lethiwe makhanyaUSister Sbahle Majoro Msali efake izinto zokuzivikela ekutholeni igciwane iCovid-19 esesibhedlela iSt Anne’s

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IZINDLELA ZOKUNCIPHISA UKUBA SENGCUPHENI :

•Zijwayeze ukugezisisa izandla zakho ngento yokuhlanza izandla enenezibulali magciwane okanye ngamanzi nensipho. Lokhu kuzosiza ukubulala amagciwane angahle abesezandleni zakho.

• Gcina isikhala esingango 1 metre phakathi kwakho nomuntu okhwehlelayo okanye othimulayo.

• Gwema ukuthinta amehlo, ikhala kanye nomlomo njengoba izandla zicosha amagciwane emhlabathini ezingahlangana nawo.

• Enza isiqiniseko sokuthi wena kanye nabantu osondelene nabo nilandela imigomo yokuhlanzeka - ukuvala umlomo kanye nekhala ngendololwane okanye i-tissue uma ngabe nikhwehlela okanye nithimula bese uyilahla ngokushesha i-tissue ngemuva kokuyisebenzisa.

• Hlala ekhaya uma uzizwa ungaphilile. Uma ngabe unomkhuhlane, ukhwehlela noma unenkinga yokuphefumula thola usizo lwezempilo bese ushaya ucingo ngaphambi kokuthi ufike. Landela imiyalelo yezokuphepha zangakini.

°Zikhiphe esixukwini ngokuthi uhlale ekhaya uma uqala ukuzizwa ukuthi awuphilile noma kuthiwa unezimpawu zekhanda okanye umkhuhlane omncane (37.3 C noma ngaphezulu) kanye namafinyila amancane kuze kube uyelulama. Kubalulekile ukuthi ube nomuntu ozokulethela izinto noma uma ngabe uhambe uyozifunela izinto ezifana no kudla, ugqoke isifonyo ukugwema ukuthelela abanye abantu.

• Uma uqalwa umkhuhlane, ukhwehlela okanye uba nenkinga yokuphefumula thola iseluleko sika dokotela njengoba lokhu kungadalwa izimo ezibucayi.

Shaya ngaphambi kwesikhathi ucingo bese utshela umeluleki wakho wezempilo ngohambo lwakho oke waluthatha okanye ukuthintana nezinye izihambi.

Amalunga omphakathi angashayela i-NICD toll free public hotline ethi : 0800 029 999 kusukela ngoMsombuluko kuya kuLwesihlanu ngo-8am kuya ku-4pm ukuthola olunye ulwazi mayelana ne-coronavirus.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.