Ubuyile unobuhle wodumo

2018-02-28 06:00
ISITHOMBE : sithunyelweEzinye zezintokazi ezimodela ngaphansi kwe-Intabayabantu Models.

ISITHOMBE : sithunyelweEzinye zezintokazi ezimodela ngaphansi kwe-Intabayabantu Models.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

NGEMUVA kweminyaka engama-28 kwagcina ukuba khona umncintiswano wozime owaziwa ngo-Miss Teen Midlands High Schools, Intabayabantu Models inqume ukuwubuyisa.

Lo mncintiswano uzoba mhla ka-3 kuNdasa (March) ehholo lakaGezubuso ngo-11 ekuseni kanti ukungenela lo mncinciswano u-R50 umuntu ngamunye.

Umhleli walo mcimbi ophinde abe ngumsunguli we-Intoyabantu Models uMnuz Mbuso Nyandu uthe zingama-42 izikole ezizoba yingxenye yalo zime kanti zonke ziphuma eMgungundlovu nezindawo ezakhelene nayo.

“Lo zime into esasiyenza vele nakudala kodwa sabuye sashiya endleleni ngoba besesibheke kakhulu u-Miss KwaZulu-Natal Traditional. Into engiyiqaphelile wukuthi abantwana abasafunda isikole abathanda ukumodela bebe ngalitholi ithuba elikahle lokuthi bakhombise ithalente labo.

“Isikhathi esiningi bebe zithola sebencintisana nabantu abadala asebenezipiliyoni kwezo kumodela bese bona bagcine sebebukeleka phansi. Sifuna ukubanikeza leli thuba ukuthi baqhudelane bebodwa njengezikole,” kubeka uMnuz Nyandu.

Uthe ukubuyisa kwabo lo mncintiswano akukho mayelana nokumodela kuphela kodwa bafuna ukufundisa lezingane ezisakhulu indlela yokuziphatha ngaphambi kokuba ziphume ezikoleni zamabanga aphakeme ziyobhekana nempilo.

“Kuzobe kukhona abantu abaphuma ezindaweni ezahlukene nabazobe beyala bephinde bekhuthaze laba bafundi ngokubaluleka kwemfundo. Sifuna bazi ukuthi ngisho kungathiwa bakuthanda kangakanani ukumodela, imfundo iyohleli ihamba phambili. “Siyathanda ukubabona bephumelela kwezonobuhle kodwa kumele bebe nento abazobambelela kuyona [iziqu] uma kungukuthi akusalungi kwezokumodela.”

UMnuz Nyandu uthe lena sekuzoba into yaminyaka yonke ukuze abafundi bezohlala bekhuthazekile.

Inani lokungena u-R20 abadala kanti izingane u-R10.

Ukungenela lo mncintiswano kuzovalwa mhla zingama-31 kuNhlolanja (February). Uma uthanda ukwazi ngeminye imininingwane ungaxhumana noMnuz Mbuso Nyandu enombolweni ethi : 079 616 0059.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.