Ubuyile uzime wase-Elandskop

2018-05-23 06:02
USyabonga Mpungose ozobe enandisa kulo mncintiswano.ISITHOMBE : facebook

USyabonga Mpungose ozobe enandisa kulo mncintiswano.ISITHOMBE : facebook

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USUPHINDE washaya ibuya uzime owaziwa ngo-Miss Elandskop nozoba mhla ka-2 kuJuni e-Absolute Place ka-Siyo khona e-Elandskop kusuka ngehora leshumi ekuseni (11 am) kuze kube isebusuku.

Imali yokungenela lo mcintiswano u-R100 umuntu ngamunye kanti kunemali efinyelela ku-R5 000 ezowinwa ilabo abazobe beyingxenye yomncintiswano.

Lo zime ohlelwe Intabayabantu Modelling Agency kuhloswe ngawo ukukhuthaza ukuziphatha kahle kwamantombazana asakhula.

UMnu Mbuso Nyandu nokumsunguli weNtabayabantu aphinde abe umhleli walo mncintiswano uthe akusikona okokuqala enza umncintiswano ofana nalona.

Uthe: “Lo zime sifuna ukufundisa ngawo ozime abasakhula ukuthi kumele baziphathe kanjani kule ndima yezokumodela.

Siyazi ukuthi baningi abantwana abanethalente lokumodela lapha eMgungundlovu kungukuthi nje abazi ukuthi kumele benze njani ukwenza amaphupho abo afezeke.

Ngalabo zime esiloku sibenza sifuna amantombazane lawa asakhula afunde izindlela ezingi zokukhula kubona baphinde bakwazi nokuqinisa ukuzethemba kwabo ukuze uma sebephumela ngaphandle babe sebekulungele ukubhekana nezimbangi zabo.

Ngiyakholelwa ekutheni ukumodela kuyasiza ekuvimbeni izinkinga eziningi ezibhekene nentsha ezifana nokukhulelwa besebancane kanye nokuzinikela ezidakamizweni.

Uma umuntu esengene endimeni yezokumodela uyazi ukuthi kumele aziphathe kanjani kanti futhi kuyasiza ngoba isikhathi sabo esiningi basichitha bezilungiselela okanye bezicijela lemincintiswano,” kubeka yena.

Uqhube wathi zonke izintokazi ezizongenela lo mncintiswano zizobe sezidlulela komunye obizwa ngokuthi NGO Miss KZN.

Ukungena kulo mcimbi u-R30 kanti i-VIP yona ingu-R50. Kulo mcimbi kuzobe kukhona nosaziwayo abazonandisa okubalwa kubona imbongi eyaziwayo uSyabonga Mpungose. Ngeminye imininingwane ungaxhumana noMnu Nyandu enombolweni ethi: 079 616 0059/078 188 7366

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.