Ukhuza eyamakolishi mbumbulu uNkonyeni

2016-01-13 06:00
UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu Natal uNkk Peggy Nkonyeni uthi abazali abaxwaye amakolishi mbumbulu ngalesikhathi sonyaka.PHOTO: sithunyelwe

UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu Natal uNkk Peggy Nkonyeni uthi abazali abaxwaye amakolishi mbumbulu ngalesikhathi sonyaka.PHOTO: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMNYANGO wezeMfundo KwaZulu Natal usuqwashise abazali babafundi abazobhalisela imfundo ephakeme kulo nyaka ukuba baqaphele amakolishi mbumbulu, njengoba kungasezinsuku zatshwala kuvulwe izikhungo zemfundo ephakeme.

UNgqongqoshe wezeMfundo kule sifundazwe uNkk Peggy Nkonyeni uthe kubalulekile ukuba abazali baqikelele ukuthi lezo zikhungo abasuke befaka kuzona abantwana babo zibhalesiwe ngokusemthethweni ngaphansi kwe-South African Qualifications Authority (SAQA) no Mnyango weMfundo ePhakeme.

Uthe kujwayelekile ukuthi labo abasuke befuna ukubhalisela imfundo ephakeme bazithole sebeyizisulu zala makolishi mbumbulu, ngenxa yokuthi sebefuna izikhala zokufunda ngokushesha.

Exwayisa abazali nabafundi uNkonyeni uthe: “Unyaka no nyaka abazali babafundi bazithola bekhokha izimali ezishisiwe kulezi zikole namakolishi mbumbulu, yingakho kubalulekile ukuthi ngaphambi kokubhalisa, baqinisekise no SAQA noMnyango weMfundo ePhakeme. Sekukaningi abantu bakithi bezithola beyizisulu zalamakolishi, yingakho kubalulekile ukubaqwashisa ukuthi bangazitholi benza into eyodwa njalo njalo.

“Ikusasa lezingane zethu libalulekile, ngakho kubalulekile ukuthi siqinisekise ukuthi livikelekile ukuze bakwazi ukufeza amaphupho abo. Labo abazobhalisela ezikhungweni ezizimele kumele baqinisekise ukuthi kuleli fomu lokubhalisa zikhona zonke izifundo abazozenza futhi nekolishi ligunyaziwe ukuzifundisa . Uma kunesifundo esingekho kuleli fomu kepha esifundwayo kuleso sikhungo, abafundi kumele bazi ukuthi leso sikhungo asigunyaziwe ngokusemthethweni ukufundisa leso sifundo.”

Abafundi abafisa ukubheka ukuthi izikhungo ababhalise kuzo zibhaliswe ngokusemthethweni, bangavakashela i-website yo Mnyango weMfundo ePhakeme ku www.dhet.gov.za noma bafonele u 0800 873 2222.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.