Umdeni wakwaMalinga ucela ukufuniswa

2016-02-03 06:00

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUFUNWA uFortunate Mbongeni Malinga oneminyaka engu-51. Wanyamalala ekhaya esikhathini esingangonyaka esidlule akabe esabuya futhi akangatholwa wumndeni noma esefunwa kuzo zonke izindawo lezi. Isaziso sikhishwe umfowabo omdala uSydney Derrick Malinga otholakala ku-072 921 8880 noma ku-073 751 2195.

***

KUFUNWA ubaba kaBayubaba kaMrabalala noSphesihle Likhona abazalwa uNelisiwe Mrabalala ongasekho. Onolwazi ngalaba anda Khuzwayo ozalwa uLindokuhle Khuzwayo ongasekho. Omunye ofunwayo angashayela uMs JS Ndebele ku-033 392 8621.

***

KUFUNWA abazali ba-Alwande no-Uyanda Mkhize abazalwa uHlengiwe Mkhize. Kubuye kufunwe ubaba ka-Aphelele Mhlophe ozalwa uDumsile Mhlophe ongasekho. Bese kuba umama kaNtombencane Duma ozalwa uMichael Duma ongasekho. Onolwazi ngalaba ucelwa ashayele usonhlalakahle uN Madlala ku-033 392 8621.

***

I-CHILD and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka-Andiswa Sokhela owazalwa zi-3 kuNcwaba ka-2005. Yona futhi le nhlangano icela ukuniswa umama kaSibusiso Mkhize. Shayela usonhlalakahle uThobani Mkhulisi ku-033342 8971 noma ufike emahhovisi aku-224 Hoosen Haffejee (Berg) Street uma unolwazi.

***

KUFUNWA ubaba ka-Ayabonga ozalwa uThandeka Ndlovu ongasekho. Shayela usonhlalakahle uMqadi ku-033 505 0084.

***

I-CHILD and Family Welfare Society ufuna uPatrick Godfrey ongubaba ka-Asanda Khumalo. Iphinde ifune u-Eugene ongubaba ka-Leila Khumalo ozalwa uZanele Khumalo. Shayela usonhlakahle uFarida Cajee ku-033 342 8971.

***

KUFUNWA uMbuyiselo Nonjiko ongubaba ka-Andiswa Ndawo, Thabiso Ndawo no-Iviwe Ndawo. Kubye kufunwe umama kaTlatlo Mtlokwa noReitumetsi Mtlokwa abahlala eDambuza. Shayela usonhlakahle uMnu Lungisani Myende ku-033 342 8971.

***

KUFUNWA abazali ba-Amanda owazalwa ngo-2008, owashiywa ngumama wakhe ngo-2009 eVianni Chidren’s home. Shayela usonhlalakahle uZiyanda Lubambo ku-033 342 8971 uma unolwazi.

***

KUFUNWA ubaba ka-Eljerone Rivaldo noBernie-Lee Craig. Umama wabo washonela ePitoli ngo-2013. Shayela usonhlalakahle uVarsha Haridass ku-033 342 8971.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.