Usazotoka osolwa ngokubulala ugogo wakhe

2019-03-06 06:02
ISITHOMBE: sigciniweUgogo Judith Ndlela.

ISITHOMBE: sigciniweUgogo Judith Ndlela.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USAZOBHADLA esitokisini owesilisa wasendaweni yakaDambuza osolwa ngokugwaza abulale ugogo wakhe wadla izicubu zomzimba wakhe.

UMnu Simphiwe Smanga Ndlela uvele kafushane eNkantolo kaMantshi yaseMgungundlovu ngoLwesithathu olwedlule kodwa icala lakhe lahlehliselwa umhlaka-5 kuNdasa (March) ukuze ezofaka isicelo sebheyili.

Umsolwa ubhekene necala lokubulala ugogo wakhe akade ehlala naye, uNkk Judith Ndlela (92). Lesi sehlakalo esadonsa amehlo abantu senzeka ngoNhlolanja (February) nalapho kuthiwa khona umsolwa wabhokoda ugogo wakhe ngommese amahlandla amaningi waze washona.

Kuthiwa umsolwa wabe esesika ezinye izicubu emzimbeni kagogo wazidla.

Lowo omele umbuso u-Adv Patti Davids uthe kusadingeka ukuthi umphenyi wecala enze izinhlelo zokuthi ahambe nomsolwa aye kokhomba indawo lapho ethi engahlala khona uma kungenzeka ukuba adedelwe ngebheyili.

“Umphenyi wecala uzamile ukuqinisekisa ikheli leli alinikezwa umsolwa kodwa umndeni wakhe [umsolwa] uthe awulazi leli kheli alinikezile,” kubeka uNkk Davids.

Umphakathi nawo ubuphume ngobuningi bawo ukuzokwethamela leli cala njengoba umsolwa kade evela okwesibili enkantolo selokhu kwenzeka lesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.