Ushayiswe imoto obehamba ngebhayisikili

2017-08-02 06:01
Isithombe: SithunyelweNgeSonto ekuseni kulimale owesilisa obehamba ngebhayisikili oshayiswe yimoto kumgwaqo uMurray eMgungundlovu.

Isithombe: SithunyelweNgeSonto ekuseni kulimale owesilisa obehamba ngebhayisikili oshayiswe yimoto kumgwaqo uMurray eMgungundlovu.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KULIMALE owesilisa obehamba ngebhayisikile kumgwaqo u-Murray eMgungundlovu emuva kokushayiswa yimoto ngeSonto ekuseni.

Okhulumela abosizo lokuqala uRussel Meiring uthe ngenkathi abosizo lokuqala befika endaweni yesigameko bafice isisulu nengoduso yakhe eceleni komgwaqo.

“Abosizo lokuqala baphuthumise lomlisa esibhedlela sase Northdale emuva kokuthi bemunikeze amaphilisi okudambisa izinhlungu,” kusho uMeiring.

Uthe umshayeli wemoto eshayise lomlisa ekalimalanga kodwa uphenyo ngembhangela yengozi luyaqhubeka.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.