Ushonile owesilisa ogwilize edamini i-Albert Falls

2017-09-27 06:02

OWESILISA okukholakala ukuthi uneminyaka engu-56 ubudala ugwilize edamini lase-Albert Falls eCramond ngasePietermaritzburg ngoMgqibelo odlule.

Abezimo eziphuthumayo basebenzisane namaphoyisa kanye nalabo abatakulayo ngoMgqibelo emini ngemuva kokunyamalala kwalo mlisa.

Abatshuzi basebenze kanzima baze bathola isidumbu salo mlisa ngeSonto ekuseni.

“Ngeshwa bekungekho esingakwenza ukuhlenga impilo yakhe ngoba utakulwe eseshonile.

“Kukholakala ukuthi lo mlisa ubehamba ngesikebhe esincane esiwe ngoMgqibelo,” kusho abe-ER24.

Amaphoyisa asaphenya ngalokhu okwenzekile.

- News24

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.