Usomabhizinisi unikele ngomfaniswano

2019-02-06 06:01
ISITHOMBE : SITHUNYELWEAbanye babafundi ababeyingxenye yohlelo lokuhlomula.

ISITHOMBE : SITHUNYELWEAbanye babafundi ababeyingxenye yohlelo lokuhlomula.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USOMABHIZINISI waseMgungundlovu uMnu Vusi Sibiya weSibiya Funeral Services ubuyise isithunzi kanye nokuzethemba kubafundi abaningi basezikoleni zaseMgungundlovu njengoba enikele ngemifaniswano yesikole emisha sha.

Le mifaniswano inikelwe kubafundi abantulayo abangaphezu kwama-800 abaphuma ezikoleni ezingama-49 ezingaphansi kwesiFunda saseMgungundlovu. Lemifaniswano inikelwe kubafundi ngokusemthethweni ngoLwesibili mhla zingama-29 kuMasingana (January) eCity Hall.

Ngokusho kukaNks Nqobile Kwitshana wakaSibiya Funeral Services uthe lolu uhlelo abalenza minyaka yonke kanti sekuneminyaka eyisithupha beluqhuba.

“Isifiso sikaMnu Sibiya ukuthi ufuna ukufundisa ukuthi ukuthi ukuze uphumelele kumele ube nesandla esiphayo. Lena ngenye yezindlela zakhe abonga ngayo kubona bonke abantu abamesekayo. Nakuba sihleli siyenza minyaka yonke lolu hlelo bekungokokuqala kulonyaka ukuba sizihlanganise zonke izikole ndawonye. Lolu kuzoba uhlelo oluqhubekayo njalo minyaka yonke ukwenza isiqiniseko sokuthi imiphakathi yethu iyasizakala,” kubeka yena.

Uqhube wathi lolu hlelo lwaqala ngonyaka owedlule ngenyaka kaLwezi nalapho bavakashela khona izikole base benxusa othisha ukuba batomule abafundi abali-15 isikole ngasinye abawudinga ngampela umfaniswano ukuze bezokwazi ukuthi bahlomule kulo hlelo.

“Othisha bebenikezwe umnqamulajuqu ukuthi mangabe kuqala lonyaka babe sebesinikezile uhlu lwabafundi abazohlomula. Amagama abafundi esiwatholile ngapahmbi kosukulomqamulajuqu ibona abakwazile ukuthi bahlomule. Sithanda ukubonga kakhulu nje kumakhasimende ethu ngokuseseka ngoba iwona awenza ukuthi nathi sibe namandla okuthi sikwazi ukuyisela emphakathini,” kuphetha yena.

Akugcinanga nje ngokuythi kuhlomule abafundi kuphela njengoba losomabhizini ephinde wanikela ngokudla ekhaya labadala Emseni ngalo uLwesibili.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.